Author: N5

Iqembu lezigelekeqe elikhokhisa imali yokuvikela selifake izikole ohlwini lwalabo elibagebengayo 

Inkinga yokuqolwa kwemali isiphoqe iSilo sesizwe sabaThembu uBuyelekhaya Dalindyebo ukuthi angenelele njengoba lobu bugebengu buhlasele kakhulu eMthatha.

Bakhala ngabashayeli “bamaphela” ababagebengayo

Abagibeli baseKapa bacela uphiko lweKhikhi Murray Association ukuthi lilungise inkinga yabashayeli bama-Avanza okuthiwa bayabagebenga.

Abahlali basePalm Court abafuni kufakwe amamitha azimele 

Abahlali base-Palm Court namalungu e-EFF babhikishele uhlelo lwe-Mid City lokufaka amamitha azimele, bethi uhlelo lumba eqolo.

UZanele Mbokazi uzohlonishwa ngomngcwabo woMbuso wesigaba sesibili

UNdunankulu waKwaZulu-Natal uMnuz Thami Ntuli usememezele ukuthi inkakha kwezokusakaza uNkk Zanele LaMbokazi-Nkambule uzohlonishwa ngomngcwabo wombuso wesigaba sesibili.

Amaphoyisa abophe abasebenzi bakwaShoprite abebetshontshela abantu abathola isibonelelo sikahulumeni esingu-R370

Abashaya ama-till bebetshela abahola izibonelelo ukuthi uhulumeni akazange ayifake imali yabo bese beyayitshontsha.

Ama-Stellies ajabule futhi akulungele ukudlala okokuqala ku-CAF

Amaphupho e-Stellenbosch FC okudlala ku-CAF Confederation Cup ayafezeka njengoba ilungiselela ukudlala okokuqala neNsingizini Hotspurs.

EzaseKZN ezifingqiwe: Isikhulumi se-IFP kumele ‘sichaze’ ngenkulumo yaso

USihle Mavuso ukulethela kafushane ezinohlonze esifundazweni.

Isikole sisuse uthisha osolwa ngokunukubeza abafundi 

“Ubhema insangu ngaphambi kwamakilasi futhi afake izandla zakhe ngaphansi kweziketi zethu ukuze asithinte esithweni sangasese.”

IChiefs akumele ibeke ithemba kakhulu kuSirino

Ezemidlalo: Nakuba uGaston Sirino engase abe umdlali obalulekile kuKaizer Chiefs, ukuthembela kuye kakhulu ngeke kwaba isinqumo esihle, kubhala uMichael Madyira.

Owesilisa ovikela umphakathi wangakubo uqokelwe indondo yobuqhawe

“Abantu bayangifonela befuna usizo oluhlukahlukene. Kumina lokho kukhulu kakhulu.”

EzaseKZN ezifingqiwe: Umbango wobuholi bendlu kaNgubane usenkantolo

USihle Mavuso ukulethela kafushane ezinohlonze esifundazweni.

Umasipala waseKZN unqamule amanzi nogesi ezikoleni ezingu-23

Njengoba zingekho izindlu zangasese ezifanele namanzi okuphuza, ukufunda kumile kwezinye izikole zaseKZN.

Recent articles

spot_img