DataLite

I-ANC eKZN ikhathele ukuchithwa kwezizumbulu eNdlunkulu  

UNobhala kaKhongolose KwaZulu-Natal uBheki Mtolo uthi lingawa licoshwe zinkukhu ukuthi uHulumeni angabhekelela ikhehla elisempeshenini ekubeni exakwe nayizindleko zeSilo uMisuzulu kaZwelithini ezimba eqolo.

Bakhala ngokubangiswa abokufika osomabhizinisi baseHluhluwe

Abadayisi basemgwaqeni eHluhluwe bakhala ngezinduna abathi ziyabadayisa ngokunikezela abantu bakwamanye amazwe izimvume zokwenza amabhizinisi angumgogodla wokungenisa umnotho emiphakathini ehluphekayo.

UMbeki uzokhankasela i-ANC eSoweto

Lowo owayengumengameli, nosephinde waduma kakhulu kubalandeli be-ANC, uzoqala umkhankaso wakhe ngohambo lokuhamba ngezinyawo kanye nokubingelelana eSoweto.

Iningi labantu abangenamakhaya bageze ngamanzi afudumele eGoli

"Siphathwa njengabasebukhosini kulezi zinsuku ngenxa yokusondela kokhetho, asinaso isiqiniseko sokuthi leli akusilo nje elinye lamaqhinga ezepolitiki okusenza siye okhethweni."

Kunxuswa abaholi be-ANC bahambe ezinyathelweni zika-OR Tambo

Abaholi be-ANC banxuswe ukuthi bahambe ezinyathelweni zowayengumengameli we-ANC u-Oliver Reginald Tambo ngokuzinikela kubantu baseMzansi.

I-DA isola i-ANC ngokuphendula iSilo inhlekisa

I-Democratic Alliance KwaZulu-Natal isola uKhongolose ngokuzama ukubukisa ngeSilo uMisuzulu kaZwelithini ukufeza izinhloso zezombusazwe.

Iqembu lezigelekeqe lifuna imali yokuvikela kosomabhizinisi eThekwini 

“Kusukela ngomhlaka-1 kuNhlaba wonke amabhizinisi aku-Milky Way Road kuzodingeka ukuthi akhokhe u-R500 nyanga zonke...uma kungenjalo vala ibhizinisi lakho ukuze ungazitholi usenkingeni.”

ISundowns iphinde yephula irekhodi 

AmaBrazilians asefomini awakaze ahlulwe nhlobo emdlalweni yeligi isizini yonke.

Kuboshwe abadlali ababili bePremier League ngezinsolo zokudlwengula

Kuboshwe abadlali ababili abaneminyaka engu-19 ubudala ngaphandle kwenkundla yeqembu ngempelasonto.

Recent articles