Author: N5

USbongile Nonyana ukulethela ezakamuva zobugebengu ezinohlonze zaseNingizimu Afrika
UMduduzi Mngadi ugwetshwe iminyaka engu-15 ebhadla ejele ngemuva kokuvuma ukuthi unesandla ekuntshontsheni imali.

Intombazane eyadlwengulwa esikoleni iyalelwe isikole ukuthi ithole esinye isikole

Intombazane eneminyaka eyisikhombisa ubudala kuthiwa idlwengulwe esikoleni e-Matatiele kodwa manje isikole sesifuna ukumxosha esikhundleni sokusiza ekutholeni ubulungiswa.

Umisiwe umshayeli ngokusabisa izithandani erenki yamatekisi

I-Codeta imise umshayeli wetekisi waseKapa osabise ngokudlwengula nokubulala owesifazane othandana nabanye abantu besifazane ngenxa yobulili bakhe.

Ezifingqiwe zobugebengu: Indoda ibanjwe neziqhumane

USbongile Nonyana ukulethela ezakamuva zobugebengu ezinohlonze zaseNingizimu Afrika

Uvele enkantolo umshayeli wetekisi owaklinywa yiphoyisa 

Amalungu omphakathi athi umshayeli wetekisi uklinywe iphoyisa kodwa kwagcina kunguye osenkantolo ebhekene namacala.

Ugwetshwe iminyaka engu-15 umsolwa owabamba imoto yemali inkunzi

UMduduzi Mngadi ugwetshwe iminyaka engu-15 ebhadla ejele ngemuva kokuvuma ukuthi unesandla ekuntshontsheni imali.

‘Siveza ukuziqhenya kwama-Afrika ezicathulweni zesikole’

UTshepo Lepote waqala uhlobo lwezicathulo zaseSoweto ezinamaphethini ase-Afrika - manje lukhula ngokushesha.

Ubuyele ekhaya ephephile uthisha waseGqeberha obethunjiwe

Uthisha wase-Gqeberha obethunjwe esikoleni afundisa kuso usehlanganiswe nomndeni wakhe ngemuva kokuthi kukhokhwe imali yesihlengo.

UDuduzile Zuma uthi awuphele umkhuba wokuyofuna amavoti kwaShembe

Indodakazi kaMnuz Jacob Zuma, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla ithi awuphele lo mkhuba wokuya ebandleni lamaNazaretha kwaShembe ngoba nakhu kuyofunwa amavoti.

Abasubathi ababili bakuleli bazimisele ngokubuya nezindondo e-Tokyo

USimbine noSekgodiso badlale ngokukhulu ukuzimisela ku-World Indoors futhi manje sebegxile ekuhlomuleni izindondo ku-World Championship e-Tokyo.

Ezifingqiwe zaseKZN: Ugwetshwe udilikajele owabulala eGateway Shopping Mall

UCelani Sikhakhane ukulethela ezakamuva ezinohlonze zaKwaZulu-Natal.

‘Bebengabavikeli bethu’ – umphakathi ukhalela amalungu eCPF abulawe ngesihluku

Umphakathi wase-Soshanguve ukhalela amalungu e-CPF ayisithupha abulawe ngesihluku futhi ucela ubulungiswa nokuvikelwa okungcono.

IMeya yaseGoli ithi isinqumo sokuqanjwa kabusha kwe-Sandton Drive asikaphethwa

IMeya yaseGoli uDada Morero uthi isinqumo sokuqamba kabusha i-Sandton Drive ngoLeila Khaled sisadinga izingxoxo ezengeziwe.

Recent articles

spot_img