Author: N5

Umzukulu ukhalelwe ngamasongo kasgonyela ngokubulala umkhulu wakhe (91) 

Umzukulu kuthiwa unqume umkhulu wakhe uqhoqhoqho wamvula isisu, ezama ukuthatha imali yakhe.

Ayisekho emhlabeni indodana kaGogo Skhotheni 

UGogo Skhotheni ukhala ngokulahlekelwa yindodana yakhe uMonde Jr Shange.

Kuthungathwa abasolwa ngemuva kokudubula babulale iphoyisa eVosloorus

Amaphoyisa abelanda uzakwabo aphazamise ukugetshengwa obekuqhubeka.

I-ANC iyalele uMtolo ukuthi axolise kwiNehawu

UMnuz Bheki Mtolo, ongumholi we-ANC eKZN, uphoqeleke ukuthi axolise kwi-Nehawu ngemuva kokubiza amalungu ayo ngamavila.

Uphonswe esitokisini umqeqeshi ngemuva kokunukubeza abafana bebhola

Abagilwa bekungabafana abaphakathi kweminyaka eyishumi nengu-14, abebeseqenjini lebhola lomsolwa.

ULongwe Twala uboshelwe ukweba 

Umdidiyeli wezomculo odumile, uChicco Sello Twala, usekhathele ukuvikela amadodana akhe futhi usefuna abolele ejele.

Kubulewe umholi we-EFF eTshwane esemzini wakhe 

Umufi udutshulwe wabulawa egunjini lokudlela emzini wakhe phambi kwendodana yakhe.

Abasebenzi bakwa-Pick n Pay basize uzakwabo ukuya esikoleni sokusoka

Abasebenzi bakwa-Pick n Pay eKariega baqoqe imali yokuxhasa uzakwabo uSindile Adams esifisweni sakhe sokuya entabeni.

‘Ngiyekeni’ uMboro eyalela abameli bakhe 

Ukufakwa kabusha kwesicelo sebheyili kukaMfundisi Paseka Mboro esiqukethe amaqiniso amasha bekugcwele izinxushunxushu eNkantolo yeMantshi yase-Palm Ridge namuhla.

Isiboshwa sizame ukuqola izinkulungwane kungqongqoshe wekhabhinethi ‘ozilungele’

Usole abathile ngokumqasha ukuba abulale uDkt Aaron Motsoaledi.

Amaphoyisa abophe abantu abane ngecala lokubulala iphoyisa nomnikazi wetekisi

Abasolwa babanjwe ezintatha zangoLwesihlanu ezindaweni ezimbili ezahlukene.

‘Abashushumbisi bezidakamizwa kumele bathole odilikajele’ 

Inhlangano ezimele ezinze e-Gauteng ifuna kuthathwe izinyathelo ezinqala ngokumelene nabashushumbisi bezidakamizwa.

Recent articles

spot_img