Author: N5

U-DJ Makoti ubonga impumelelo abe nayo ngemuva kokugxekwa ezinkundleni zokuxhumana

U-DJ Makoti, obhekane nokugxekwa ngokuyonandisa emcimbini egqoke imvunulo yomakoti, ubonge i-Scrolla.Africa ngokumsiza ukuthi athole amagigi amaningi nezivumelwano nezinkampani ezahlukene.

Abalandeli bebhola lombhoxo sebeyilinde ngabomvu iCurrie Cup  

Ezemidlalo: Kuningi okuzogcina abalandeli bebhola lombhoxo begxile kumabonakud kule mpelasonto njengoba iCurrie Cup iqala ngegiya eliphezulu, kubika uDylan Bettencourt.

IStellies ilungiselela ukubhekama neNsingizini Hotspurs

IStellenbosch FC ihlose ukuzibekisela indawo emzuliswaneni olandelayo weCAF Confederation Cup ngokunqoba lapho ibhekene naleli qembu laseSwatini.

Izigidi zabantu bakuleli zizokwazi ukubuka umdlalo wamaBhokobhoko mahhala!

"Nginezindaba ezinhle kakhulu ... uzokwazi ukubuka umdlalo wamaBhokobhoko ne-New Zealand, ngisho noma ungenayo i-decoder."

UZuma uqoke uFloyd njengomphathi wawo wonke umuntu eqenjini le-MK

UFloyd Shivambu ubika kuJacob Zuma kuphela futhi unamandla okuhlola ukusebenza kwamalungu e-MK ePhalamende.

Abazali babhikishe ngaphandle kwesikole ngezinsolo zokucwasa kukathisha

Ababhikishi abebethukuthele begane unwabu bafuna athathelwe izinyathelo uthisha otshele abafundi abamnyama ukuthi abazali babo bayiziphukuphuku.

Amaphoyisa agasele indawo yezidakamizwa ezilinganiselwa ku-R80 million e-Gauteng

Amaphoyisa aqaphe futhi alandela itulo ngenxa yezenzo ezisolisayo kule ndawo - abe esegasela.

Umfana (9) usinde ewa esuka esitezi sesibili esikoleni 

Ingane eneminyaka eyisishiyagalolunye yephuke ingalo ngemuva kokuwa kuvulandi.

I-Eastern Cape izothuthukisa ukwesekwa kwemindeni ngo-R13m 

Bangaphezu kuka-20,000 abantu abazohlomula ezinhlelweni “zokuqinisa imndeni, ukuvimbela ukuba sengozini, nokusiza imindeni ukuthi ikwazi ukuzimela”.

I-Orlando Pirates isiwulungele umdlalo weCAF

I-Orlando Pirates iyazethemba kodwa kumele ikhombise ukuzimisela ngaphambi komdlalo wayo weCAF Champions League neCS Disciples.

Abafundi abamnyama bakhala ngokuhlukunyezwa ngabafundi abangamaKhaladi

“Ekuqaleni abafundi abamnyama bebengaziphindiseleli, kodwa manje sebeyazivikela. Bakhathele ukuxhashazwa.”

Ezobugebengu ezifingqiwe: Owesilisa uboshelwe ukudubula abulale intombi yakhe

USbongile Nonyana wethula kafushane ezakamuva ezinohlonze zobugebengu ezenzeka eNingizimu Afrika yonkana.

Recent articles

spot_img