Author: N5

Ugqamcishi awulona iva kubalandeli be-ANC

I-DA nabalandeli bayo banesiqiniseko sokuthi ukucishwa kukagesi yikhona okuzonquma ngokhetho oluzayo lukazwelonke.

OKlebe empini yokulwa nobugebengu

Uphiko loKlebe lumemezele impi yokulwa nezigebengu ezibamba inkunzi izimoto zemali, ezishushumbisa izidakamizwa, ukuthumba namanye amacala abucayi kanti ezinyangeni ezintathu ezedlule lolu phiko lubophe abasolwa abangu-801.

Kubulawe uDJ kwesokuphangwa kwegalaji 

U-Alfred Ndala, obedume ngelikaDJ Smanga udutshulwe wabulawa ngesikhathi kuphangwa kuhlonyiwe egaraji e-Etwatwa.

Kuzoba uwafa wafa koweMan City ne-Liverpool

Ezemidlalo: I-Manchester City izokwamukela iLiverpool lona umdlalo okungafanele ukuphuthe, kubika uDylan Bettencourt.

Umculi wowokholo uchitha amahlebezi ngokholo lwakhe

Umculi wowokholo Umculi wowokholo uZaza Mokhethi uphendule abamgxekayo ngokuvela kwakhe ku-The Venting Podcast noGogo Skhotheni.

UPistorius angase akhululwe ngoshwele 

U-Oscar Pistorius owayengumpetha waseNingizimu Afrika wama-Paralympic owalahlwa yicala lokubulala intombi yakhe ngo-2013, angase akhululwe ngokushesha uma ethola ushwele enkantolo ngoLwesihlanu.

Isivumelwano sezinsuku ezine zokuthula empini yaseGaza

I-Israel ne-Hamas bazongena esivumelwaneni sezinsuku ezine ngoLwesihlanu ekuseni ngesikhathi kukhululwa abathunjwa - kodwa kuze kube kushaya leso sikhathi, izinhlamvu zisaqhubeka nokundiza emoyeni.

IBafana kufanele ikhuphule amasokisi

Ezemidlalo: IBafana Bafana ibukeka ingeke ikwazi ukungena eNdebeni yoMhlaba elandelayo, kubhala uMichael Madyira.

OweBanyana obeshaywa ngesithende umqeqeshi ubuyile esikwatini

Umqeqeshi weBanyana Banyana uDesiree Ellis ufake uJanine van Wyk eqenjini lakhe elizodlala ne-Burkina Faso.

Isilo sithi isiShayamthetho asibuyiselwe oLundi

Ingonyama yesizwe samaZulu isiphumele obala okokuqala yeseka ikhwelo lokuba isiShayamthetho sibuyiselwe Ondini.

Baxwayiswe ngokuboshwa abafihla amasoka ahleli ngokungemthetho kuleli

Abasebenzi boMnyango wezaseKhaya sebexwayise abesifazane abafihla amasoka abo kuleli ngokungemthetho ngokuthi bazoboshwa uma bengabacebi.

Ziyalimala ezokuvakasha edolobheni laseGqeberha ngenxa yobelelesi

Ukwanda kwezenzo zobugebengu eGqeberha kungase kushiye imboni yezokuvakasha isengozini.

Recent articles

spot_img