Author: Scrolla Africa

Iminyaka emibili….

I-World Health Organisation (WHO) icabanga ukuthi kuzothatha isikhathi seminyaka emibili ukuthi ubhubhane luphele.

Ukubhebhetheka kwe-Covid-19 kuyehla e-Gauteng

Leli gciwane liya ngokuncipha e-Gauteng kanti futhi uMnyango Wezempilo uthi ukweseba okukhulu sekuphelile.

Wembuleke izinqa uMengameli

Ushelwe ngamanzi uMengameli waseMelika uDonald Trump ngenkathi intatheli imubuza ukuthi engabe uyazisola yini ngamanga awatshela abantu baseMelika

Iqembu lezigelekeqe lihlasela odokotela base-Soweto

Izigelekeqe ezihlomile zisabisa odokotela emitholampilo yabo ezimele e-Soweto.

Izigelekeqe zibabamba kanjani odokotela base-Soweto

Cishe zonke izindawo zodokotela ezihlaselwe zingama-30 muva nje, izigelekeqe ziya emtholampilo zenze sengathi ziyagula.

I-Covid-19 ihlasela abasebenzi bezempilo e-Eastern Cape

Njengoba sesikhungathekile izigameko ezikhuphukayo zeziguli ezihaqwa yi-Covid-19, uhulumeni wase-Eastern Cape ukuqinisekisile ukuthi abahlengikazi abangama-888 nodokotela nabo bahaqwe igciwane le-corona.

Ukuhlolwa kwamahhala kwe-Covid-19

Uma ungasebenzi, awunayo insiza yezokwelashwa futhi usengozini enkulu ye-Covid-19, i-Dis-Chem manje izokuhlola mahhala.

Owayeyinhloli ye-ANC udutshulwe ngamaphoyisa

Owayeyinhloli ye-African National Congress, uBradley Steyn, udutshulwe ngamaphoyisa ase-Los Angeles embhikishweni we-Black Lives Matter ngoMgqibelo.

Imingcwabo ye-Covid isiyimfihlo e-Tanzania

Kusolwa sengathi kukhona okushaya amanzi ngemingcwabo ye-covid-19 eyimfihlo kwelase-Tanzania

Zilungiseleleni kodwa ningethuki, Ramaphosa

Njengoba ubhubhane seledlule ngabantu abayizigidi eziyisikhombisa ngokuthelelana emhlabeni wonke abanye abaholi basadaza inkani.

Alisekho igciwane e-New Zealand

UNdunankulu wase-New Zealand uJacinda Ardern umemezele ukuthi izwe lakhe selikhululekile ngoba igciwane le-Covid-19 alisekho.

Inkohlakalo e-Zimbabwe

Iqembu elibusayo e-Zimbabwe i-ZANU-PF lisabise izintatheli ezibika ngezinsolo zenkohlakalo ezibandakanya indodana kamengameli uEmmerson Mnangagwa.

Recent articles

spot_img