Uncategorised

Irobhothi elisha kwa-Eskom lizosiza ukulekelela ukucisha kukagesi

I-Powerline Inspection Robot, eyaqala ukwakhiwa njengomsebenzi wabafundi base-UKZN, manje isinelungelo lokufakwa eNingizimu Afrika nase-US.

Usufikile ekhaya umzimba kaMnuz Nathi Mthethwa obeyinxusa lakuleli e-France

Owayeyinxusa lakuleli e-France ushone e-Paris ngenyanga edlule kanti uzongcwatshwa ngomngcwabo kahulumeni eSiyabonga Sangweni Sports Complex eDondotha.

Umdlwenguli wengane uzobhadla ejele ngemuva kweminyaka engu-13

Bagcine bethole ubulungiswa ngemuva kweminyaka engu-13 owesilisa wase-Limpopo egwetshwa udilikajele ngecala lokudlwengula intombazanyana (4) ekhaya layo ngesikhathi unina esenkonzweni.

Umeluleki womphakathi uletha ithemba entsheni yaselokishini enezinkinga

Umeluleki womphakathi usabalalisa injabulo kaKhisimusi ngokunikeza ukweseka kwamahhala entsheni nasemindenini edinga usizo.

Basale dengwane emva kokuba umlisa eshiye isitofu sivutha

“Sihlezi sikhuthaza abantu ukuthi bangalokothi bapheke uma bephuze amanzi amponjwana njengamanje silahlekelwe iyona yonke into.”

IDowns ihlungele amaquarter-finals koweCAF Champions

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uRhulani Mokwena usegxile kwi-Fifa Club World Cup — ngemuva kokuqondisa iSundowns esigabeni somkhumulajezi kowe-CAF Champions League.

AmaBulls ashaye amaStomers eKapa

Umqeqeshi wamaBulls, uJake White ugcine ehambisana negama lakhe lesidlaliso "lempungushe endala ehlakaniphile" ngesikhathi iqembu lakhe lenza izimanga eKapa kuzo zonke izigaba zomdlalo.

Ungeniswe esibhedlela isigubhukane oweMK obhekene nokuqondiswa izigwegwe

Umholi wophiko lwentsha lo Mkhonto weSizwe obhekene nezinkinga ngezinsolo zokuxova eqenjini kuthiwa ungeniswe esibhedlela ngemuva kokuxinwa ukugula isigubhukane.

Ezisematheni KwaZulu-Natal: Umphakathi uzitike ngeyezindlovu ezifile

USihle Mavuso ukulethela ezisematheni KwaZulu-Natal

Recent articles