Leli gciwane liya ngokuncipha e-Gauteng kanti futhi uMnyango Wezempilo uthi ukweseba okukhulu sekuphelile.
Njengoba i-Gauteng ibiyindawo ehlaselwe yilolu bhubhane kakhulu okudlula ezinye izindawo, izibalo zokutheleleka manje ziyehla.
Ophethe kuMnyango Wezempilo e-Gauteng uLesiba Malotona utshele abe-News24 ukuthi “okubi sekudlulile”.
UMnyango ngoLwesihlanu uthe:
• Mhla ziyishumi nesishiyagalolunye kuNtulikazi kube nezibalo ezintsha zabantu abayi-6531 e-Gauteng – uma kuqhathaniswa nezibalo ezintsha zabantu abangama-944 zangomhlaka-19 kuNcwaba
• Sekushone abantu abayi-3144 esifundazweni kuze kube manje, ebese kuthi abayi-202,955 batheleleka ngegciwane le-Covid-19

• Kubantu abayi-107,328 abatheleleka ngaleli gciwane, abayi-85 492 bebe lashwa ngaphandle kokutshengisa izimpawu izinsuku eziyishumi