Author: Scrolla Africa

Kushone abantu abayisishiyagalolunye ezigamekweni ezahlukene zokudubula edolobheni ngempelasonto.
UCassper Nyovest uthe selokhu anikezela impilo yakhe kuNkulunkulu uzizwa ekhululekile futhi enozwelo.

Zibakhalele ababulala ukuze bathole imali yomshwalense

USibusiso noLerato Mahlangu bavele eNkantolo bebhekene necala lokubulala uSibusiso Sithebe kanye nokuqamba amanga ngokushona kukaMahlangu futhi nayi indlela abenza ngayo konke lokhu.

Umdlalo wokulibazisa ugqamcishi

Uma uzibala phakathi kwabantu abaningi bakuleli abacikwe isimo sezwe esikhona njengamanje ikakhulukazi mayelana nokucishwa kukagesi maningi amathuba okuthi uke ube nemicabango ethi "ngabe kunzima kangakanani ukuphatha izwe?"

Impilo yozama zama ingxenye yesithupha: Ukuzibonela okwenzakalayo qobo: Usuku empilweni yozama zama

Abaningi bayazi ukuthi ozama zama bahlale besencupheni yokufa nsuku zonke.

Impilo yozama zama ingxenye yesine: Umvalelo onzima ohambisana nezimo ezinzima zempilo

ULerato Nkoana uthe isoka lakhe elinguzama zama belibanakekela kahle. Kodwa-ke kwahlasela umvalelo.

IShowMax nochungechunge olukhuluma ngoRosemary Ndlovu

I-ShowMax izosakaza uchungechunge lwayo olunezingxenye ezine ngo-Killsurance Queen uRosemary Ndlovu ngoLwesithathu ebusuku.

Izinsolo zokudlisana ushevu ezeminyaka ebukhosini bukaZulu

Uma ukude kulula ukuchitha ukukhathazeka ngokuphepha kweSilo samaBandla uMisuzulu kaZwelithini.

Amaphoyisa athwetshulwe kwividiyo ebhaxabula abalisa ababili

Amaphoyisa athwetshulwe kwividiyo eshaya abashayeli - futhi abakwa-SAPS basiqinisekisile isigameko.

UMalatji ukhwele wadilika kuMalema

UCollen Malatji osanda kuqokwa njengoMengameli wophiko lwentsha lwe-ANC useqale umsebenzi wakhe kwezombusazwe ngokuhlasela uJulius Malema ne-EFF.

I-IFP ne-ANC embangweni ngomfuziselo weSilo uZwelithini

I-IFP ne-ANC babhekene ngeziqu zamehlo mayelana nokuthi umfuziselo wokuhlonipha iSilo samaBandla esakhothama uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu kufanele ubekuphi

Uphume ngezinkani umphakathi uzoseka abaholi abebevele enkantolo

Inqwaba yabantu ihlangane ngaphandle kweNkantolo yeMantshi yase-Randburg ngoMsombuluko ukuzokweseka abaholi be-Diepsloot Community Forum abebevele phambi kwenkantolo.

Injabulo uzime wakuleli ewina esikaMrs Curve Globe

ULucia Simelane-Ochan uthweswe isicoco sikaMrs Curve Globe 2023.

Kuzohlolwa ifomu yamaBhokobhoko koweRugby Championship

Okucashuniwe: Ngabe ukuzama ukuwina imiqhudelwano emibili umsebenzi onzima kakhulu kumaBhokobhoko?

Recent articles

spot_img