Ukuhlolwa kwamahhala kwe-Covid-19

Uma ungasebenzi, awunayo insiza yezokwelashwa futhi usengozini enkulu ye-Covid-19, i-Dis-Chem manje izokuhlola mahhala.

Nansi imininingwane yokubhalisela lokhu:

• Shayela udokotela ucingo kulenombolo ethi 087 055 0234 (phakathi nesonto kusukela ngo-08:00 kuya ku-17:00).

• Shayela udokotela wakwa-Mommentum kulenombolo ethi Sawubona dokotela ku *120*394#.

• Thola imvume yokudluliselwa kulezi zinhlelo zamahhala zakwa-Discovery kanye no-Vodacom kulokhu okulandelayo discovery.co.za kanye ne- Vodacom.co.za

• Noma ungathola imvume yokudluliselwa kudokotela wakho womndeni.

Izihloko zakamuva