Sign in
Join
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Sign in
Welcome!
Log into your account
your username
your password
Forgot your password?
Create an account
Sign up
Welcome!
Register for an account
your email
your username
A password will be e-mailed to you.
Password recovery
Recover your password
your email
Search
Menu
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Search
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Ezemidlalo
Kulindeleke ukuba zigcwale izinkundla zemidlalo njengoba kuqala I-Premier Legue ngaphansi kwemigomo eqinile
Izinkundla zemidlalo zizogcwala okokuqala selokhu kwafika ukhuvethe. Lokhu kuzokwenzeka njengoba kuqala imidlalo ye-Premier League (ELP) kulempelasonto.
UPercy Tau uzobe enza isinqumo esihlakaniphile ngokuthuthela e-Egypt
Abantu abaningi bathi ukudluliselwa kukaPercy Tau ku-Al Ahly kungaba yisinyathelo sokubuyela emuva kuye, kodwa ngokwami, ngicabanga ukuthi yisinqumo esihle ukuphinde ahlangane nalowo owayengumqeqeshi wakhe uPitso Mosimane.
Kusungulwe isikhwama semali sokukhokhela abadlali abawine izindondo kumdlalo wama-olimpiki
Sekuqalwe umkhankaso wemali ukuze kunikezwe uTatjana Schoenmaker kanye noBianca Buitendag amabhonasi ngemuva kokuba bathole izindondo kumdlalo wama-olimpiki e-Tokyo.
Abase-Russia abathokozile ngesinqumo esiphume ekugcineni kwi-rhythmic gymnastic
I-Tokyo yangowezi-2020 isebenzise ukuchema ngesikhathi kwahlulelwa abantu besifazane kowamanqamu e-Gymnastics Rhythmic kusho ikomidi lase-Russia lama-olimpiki.
Umsubathi wama-Olimpiki wase-Belarus udayisa ngendondo yakhe ukuxhasa abasubathi
UKrystina Tsimanouskaya umemezele ukuthi udayisa indondo yakhe yemidlalo yaseYurophu yangowezi-2019 ku-Belarus ukuxhasa abasubathi abaphathwa ngendlela engafanele yiziphathimandla.
UCheslin, uSiya noMorné babhaxabule ama-Lions
Babize ngokuthi abashayi be-British and Irish Lions!
U-Eliud Kipchoge uqinisa ifa lakhe kuma-Olimpiki
Mhlawumbe lona bekungumjaho, ukugijima ezimeni ezinzima kakhulu, okuzokwenza u-Eliud Kipchoge wase-Kenya athole isicoco sokuba ngumsubathi webanga elide kunabo bonke.
USifan Hassan uqophe irekhodi kuma-Olimpiki elagcinwa ukubonwa ngowe-1948
USifan Hassan, owayengumbaleki manje uncintisana ngaphansi kwe-Netherlands, uthole indondo yegolide emcintisanweni wabesifazane we-10,000m ngesikhathi engama-29:55.23, eshaya ophethe irekhodi lomhlaba kule nqubo.
Umqeqeshi we-modern pentathlon waseJalimane ubuyiselwe ekhaya ngokushaya ihhashi
UKim Raisner, umqeqeshi waseJalimane kwi-modern pentathlon, ukhonjiswe umnyango yi-International Modern Pentathlon Union ngokushaya ihhashi komunye wemilenze yalo yangemuva.
Kumnandi ukuwina kodwa nalaba abahluliwe basuke bewinile
UVince Lombardi owayengumqeqeshi we-Green Bay Packers ngowezi-1960 uvame ukucashunwa ethi: “Ukunqoba akuyona yonke into, kodwa yikhona okubalulekile.
1
...
359
360
361
...
404
Page 360 of 404
Recent articles
Inhloko yophiko lokulwa nenkohlakalo isisulile emsebenzini ngemuva kokubuzwa imibuzo enzima iKhomishini kaMadlanga
Amacala amane amakhulu abuyela ezinkantolo zaseGauteng namuhla
UNonhle Thema ubonge abalandeli ngokumeseka
Izibhedlela zaseGauteng zisheshisa ukuhlinzwa okusilele emuva
Ukukhiqiza ingoma kungu-20% kuphela kwizindleko osuke uzozikhokha
Isiteleka samatekisi saseGauteng sesihoxile ngemuva kwezingxoxo ezinenqubekela phambili