Ezepolitiki

Ezihamba phambili KwaZulu-Natal: UMsunduzi angase uhoxise uxhaso lweRoyal AM

USihle Mavuso ukulethela ezihamba Phambili kwelikaMthaniya

Umkhuleko wamadoda wasentabeni uzale iqembu elisha lezepolitiki iHope For SA

Umkhuleko wasentabeni wamadoda abehlangene epulazini lase-Bloemfontain ngonyaka odlule uholele ekusungulweni kweqembu elisha lezombusazwe lamaKrestu okuyi-Hope For South Africa.

Ukhala ngomkhonyovu “ofake” isicelo sokuvimba uZuma okhethweni

Sekuqubuke indida ngesinqumo seKhomishana yoKhetho eziMele (IEC) ngesinqumo sokuvala uMnuz Jacob Zuma ukuba angenele ukhetho lwangomhlaka-29 kuNhlaba njengoba sekuvela ukuthi kwasuselwa esicelweni somgunyathi.

ICope ithembele emaqenjini omphakathi ukuze ibuyele ePhalamende

I-Cope isebenzisana ne-Freedom in South Africa kanye ne-South African Security Council ukusiza ukugcina izihlalo zayo ezimbili ephalamende - futhi banethemba lokuwina ezinye eziningi.

UMengameli we-IFP ukhuza osikhwili phambana nobhoko abasabisa ukhetho ngodlame

UMengameli we-IFP uMnuz Velenkosini Hlabisa ukhuze udlame kubaholi bezombusazwe abasongela ukhetho ngempi ngenxa yokuthi bazobe bengavunyelwe ukungenela ukhetho.

IDA isithembele ezinkonzweni zephasika ukuvusa umkhankaso kaPappas  

Abaholi be-Democratic Alliance (DA) KwaZulu-Natal sebethembe izinkonzo zephasika ukuvuselela umkhankaso wefolosi labo kwesikaNdunankulu obonakale ucwila ngemuva kokuvumbuka kukaMnuz Jacob Zuma kwezombusazwe.

Imeya ikhishwe esikhundleni yakhala ngokukhashelwa yi-ANC  

Ngemuva kwemizamo emibili edlule engaphumelelanga yokugudluza imeya, amakhansela abefuna ukuyibona iphumile esikhundleni, agcine ephumelele.

Ashabalala amathemba ngoZuma i-IEC ithi akafanele ukuba sohlwini

I-IEC ayizange isidalule isizathu sesinqumo sayo, ivele yathi nje uZuma akafaneleki.

Lindela ulaka lukaNkulunkulu uma ungeke uvotele i-MK: Msholozi

UMsholozi uthi umkhankaso wakhe wokhetho woMkhonto Wesizwe unezibusiso zamadlozi nezingelosi zasezulwini.

UZuma uthi lintekenteke icala elibhekiswe yi-ANC kuMK 

Lowo owayenguMengameli wezwe uJacob Zuma utshele izinkulungwane zabalandeli beMK ukuthi icala abalivulelwe yi-ANC alinasisindo.

Recent articles