Ezepolitiki

Ezihamba phambili KwaZulu-Natal: I-ANC eKZN ilahlekelwe ngomunye umholi

USihle Mavuso ukulethela ezihamba phambili kwelikaMthaniya

UZuma usebenzisa udaba lwasePhala Phala ukunyundela uRamaphosa kubavoti

UJacob Zuma usebenzisa isigameko sokugetshengwa kwepulazi iPhala Phala Farm esibandakanya uMengameli Cyril Ramaphosa, ukunxenxa ukwesekwa kweqembu lakhe.

UMantashe usaba iNkatha kakhulu okuneMK KwaZulu-Natal 

“Ngiqinisekile ukuthi sizoyithola imiphumela KwaZulu-Natal. Iqembu elizosihlupha kakhulu kuzoba i-IFP hhayi i-MK.”

Owaxoshwa ku-EFF ugaqele esobuNdunankulu 

Lowo owaxoshwa ku-EFF ngoba esevukela uMnuz Julius Malema noMnuz Floyd Shivhambu usegaqele ukuba uNdunankulu wase-Free State.

Ezihamba phambili KwaZulu-Natal: I-ABC ifuna ukubuyisa amandla eqembu

USihle Mavuso ukulethela ezihamba phambili kwelikaMthaniya

UZuma useyinqobile imizamo yokumvimba ukubeni ubuso beqembu lakhe iMK Party kwibhalothi

INkantolo yoKhetho ngoLwesibili inqume ukuthi uJacob Zuma angalungenela ukhetho lukazwelonke ngomhlaka-29 kuNhlaba.

I-NFP ikhuza ibuya kwezombusazwe eGoli

I-NFP imatasatasa ikhulisa amandla ayo esifundazweni nakuba 'abantu besashaqekile ukuthi isakhona'.

Abaholi bendabuko abalaxaze i-Cope sebenukwa kwiMK

IFreedom in South Africa (Fisa) isilaxaze iCongress of the People (Cope). Manje isezingxoxweni ne-All African Alliance Movement (AAAM), okuyinhlangano yabaholi bamabandla eseka iqembu loMkhonto Wesizwe (MK).

ICOPE ihlose ukuqeda ngobugebengu uma ingakhethwa yiningi

Umengameli we-Congress of the People (COPE), uMosiuoa Lekota, usenxuse abantu baseNingizimu Afrika ukuthi babethembe ngevoti labo njengoba besemkhankasweni wokulwa ngqo nezigebengu eziphuma emazweni angaphandle.

Izindleko eziphezulu zedatha zinqinda amandla imikhankaso yokhetho kuleli 

Kuwo wonke amazwe, amaqembu ezepolitiki angenele ukhetho lwakulo nyaka athembele emkhankasweni wendlu ngendlu ukuze afinyelele kubavoti.

Recent articles