Author: Scroller

Kugwazwe kwashona umfana (16) omunye washayiswa yimoto kanti intombazane (12) kuthiwa idlwengulwe yiqembu lezigelekeqe e-East London ngempelasonto yePhasika.
Isixuku ebesithukuthele sikhande ngamatshe sashisa umsolwa waze washona ngemuva kokuthi iqembu lezigelekeqe lihlasele abazalwane labulala umfundisi ongaboni emehlweni

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

SCROLLACAST

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela (ongenhla)

Wina umakhalekhukwini kanokusho we-Nokia. Bamba INHLANZI ENKULU.

Ubani ozoboshwa ngokulandelayo kula macala obugebengu bokulawulwa kombuso? Ngenela umncintiswano wethu – bese uwina umakhalekhukwini wakwanokusho we-Nokia noma umoya wakwa-MTN ofinyelela ku-R500 uma uqagela ukuthi ngubani osezobingelela uZondo.

Abahlali baseNdumo babelana umgodi wamanzi nezimfene

Eminyakeni engamashumi amabili nesithupha yenkululeko, abahlali bendawo yaseNdumo ekwaMhlabuyalingana KwaZulu-Natali, namanje abanawo amanzi nogesi.

UNaomi Osaka uyisongo emdlalweni wethenesi

UNaomi Osaka – onqobe umqhudelwano wethenisi wokuvulwa eMelika ngempelasonto – ugqoke izifonyo eziyisikhombisa ezahlukene ukuhlonipha izisulu zonya lwamaphoyisa aseMelika.

Umnakekeli obehlukumeza izingane uzogwetshwa

Inqwaba yabazali bebemethemba ukuthi uzonakekela izingane zabo. Kepha lo mnakekeli uchithe izinsuku zakhe eshaya ngempama, ehudula futhi ekhahlela izingane ezincane ngaphandle kwesizathu esizwakalayo.

Owesifazane osindise umshana wakhe ononyaka owodwa ekudlwengulweni ubhekene necala lokubulala umdlwenguli

UYAVUTHA umphakathi wasesigodini saseQaga e-King Williams Town. Owesifazane oneminyaka engama-23 osindise ingane enonyaka owodwa kumdlwenguli wagqunywa ejele kanti uthweswe icala lokubulala.

Izimpawu zempilo endaweni engalindelekile

I-Venus inkanyezi ekhanya emahoreni okuqala asekuseni ngaphambi kokuthi kuphume ilanga. Kodwa kahle kahle iyipulanethi- ingeyesibili eseduze nelanga.

Umphakathi wase-Nigeria uthukuthele ngesenzo sikaTblak

Umlingisi omkhulu owaziwa ngokuqopha amafilimu anocansi uboshelwe ukwephula isiza esingcwele.

Umvalelo ucekela phansi abaculi baseThekwini

U-Club DJ nomculi womculo we-electro uSbi Techn, wasuka e-Krugersdorp waya eThekwini ukuze asondele kubalandeli bakhe. Phela iTheku, seliphenduke ikhaya lomunye umculo omnandi eNingizimu Afrika. Kepha-ke ubhubhane lwe-Coronavirus kanye nomvalelo kushintshe yonke into.

Amahubo ethemba kanye nokwelulama ekhaya

Amakholwa ezwa ubuhlungu ngesinqumo sikahulumeni sokuvimbela imibuthano yezinkonzo. Kodwa manje banokungenelela okuhle kukaNkulunkulu. Izidlakathi ezinhlanu zomculo wenkonzo yama-Zion zijoyina imibutho ukubuyisa imvuselelo ngokomoya emakhaya namakhaya- ngomculo.

NAMANJE SIYAVUKA

Lona wesifazane wazalwa kowezi-1957, ngonyaka lapho amarashia athumela isethilayithi yokuqala esibhakabhakeni, ngakho ubaba wakhe wametha uSputnik.

Recent articles

spot_img