Scrolla exclusive
Abaholi be-ANC bayohabula eTanzania
Abaholi be-ANC balibangise esikoleni sezepolitiki e-Tanzania esakhiwe futhi esiphethwe uhulumeni wase-China.
Kubuye izingqalabutho ezahlwitha iKZN ku-IFP ukuzohlenga uKhongolose
UKhongolose KwaZulu-Natal ubuyise izinqalabutho zayo ezahlwitha isiFundazwe ku-IFP ngo-2004 njengoba uqinisa umkhankaso wokuvika izembe elibonakala liwuzungeza ngenxa yamalungu awushiya ngobuningi ajoyina iqembu elisha uMkhonto weSizwe.
Isihluku kubulawa izelamani ePhilippi
Kubukeka sengathi ayikho incazelo ngokushona kwezelamani e-Browns Farm.
Umfundi waKwaThema udle umhlanganiso kowezibalo
Enkabeni yaKwa-Thema lapho amaphupho avame ukulwa nezingqinamba khona, umfundi (17) udle umhlanganiso kuzwelonke ngokuba ungqondongqondo wezibalo.
Kumiswe isikhulu sikamasipala ngezinsolo ezibucayi
Umsolwa ecaleni lokulahleka kwemigexo utholakale enamanye amacala okuhlanganisa nokungezi emsebenzini.
Kuhlukene imibono ngomdwebo osemzimbeni womculi we-Illuminati
Umrepha waseNingizimu Afrika uTshego ube sematheni ngobuciko bomdwebo osemzimbeni wakhe
UZuma uzuza izinhliziyo zabantu ngamanga
Umholi woMkhonto Wesizwe, uMnuz Jacob Zuma, ukholelwa kakhulu kwisisho sakudala sesiZulu esithi “intombi ishelwa ngamanga”, okusho ukuthi indoda kumele iqambe amanga uma ishela owesifazane.
Ngeke sisebenzisane ne-ANC – Rise Mzansi
I-Rise Mzansi enezinyanga eziyisishiyagalolunye isunguliwe ingelinye lamaqembu angu-300 abhalisiwe aselungele ukungenela ukhetho lukazwelonke kulo nyaka.
Ahoxisiwe amacala abasolwa abahlanu kwelokubulawa kwabantu eGqeberha
I-National Prosecuting Authority (NPA) iwahoxisile amacala abebekwe abesilisa abahlanu kwabayisithupha ababoshwa mayelana nesigameko sokudubula babulale abantu abayisishiyagalombili ngesikhathi kugujwa usuku lokuzalwa elokishini lase-Gqeberha Kwazakhele ngoMasingana 2023.
Kubhubhe ababili komunye futhi umlilo oqubuke eGoli
Kushone abantu ababili komunye umlilo oqubuke ebhilidini lokuhlala enkabeni yeGoli.