Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Inkohlakalo e-Zimbabwe

Iqembu elibusayo e-Zimbabwe i-ZANU-PF lisabise izintatheli ezibika ngezinsolo zenkohlakalo ezibandakanya indodana kamengameli uEmmerson Mnangagwa.

Amasosha asindise umndeni emotweni evuthayo

Umndeni usindiswe emotweni evuthayo ngamasosha e-SANDF namaphoyisa endaweni yase-Boipatong.

Impilo ezingeni lesithathu

INingizimu Afrika isishintshe amagiya omvalelo ezingeni lesithathu.

UTrump ucashile ngenkathi iMelika isha

Umengameli u-Donald Trump uzivalele ngaphansi komhlaba ngempelasonto lapho umbhikisho uqhuma intukuthelo e-Washington DC kanye naseMelika yonkana.

Imbumbuthela yababhikishi igcwale iMelika

Imbumbuthela yabantu ababebhikishela ubuhlanga kanye nesihluku esenziwa ngamaphoyisa bebegcwele iMelika.

Ingozi enkulu ngesifo i-Covid-19

Okwenza ukuthi i-Covid-19 ibulale abantu abaningi kangaka ingoba abantu abangenwe yileli gciwane abanazimpawu.

Amaphoyisa asongela ababhema ugwayi

Ukuxhamazela kukahulumeni ngokumisa ukuthengisa kukagwayi ngaphansi komvalelo kuholele ukuthi kube nesixwayiso esisha.

Kuhlawuliswe umengameli wase-Namibia

Amaphoyisa ase-Namibia ahlawulise umengameli nabanye osopolitiki abaphezulu ngokwephula imithetho yomvalelo.

Kuzodingeka amathuna amaningi kuleli

Njengoba isifo se-Covid sanda, uNgqongqoshe wezempilo uZweli Mkhize utshele amadolobha aseNingizimu Afrika ukuthi athole izindawo ezizoba ngamathuna okungcwaba abantu abaningi.

Bekushubile esiteshini samaphoyisa e-Alex

I-covid-19 idale esikhulu isiphithiphithi esitesheni samaphoyisa e-Alex, enyakatho yeGoli, ngoLwesihlanu ntambama.

UTrump uthi awavulwe amasonto

UDonald Trump uzame ukukhuphula isibalo sabantu abamthandayo ngokuthi amasonto kumele avulwe ngempelasonto.

Siyehla isibalo sabashonayo eAfrika

Inhlangano yezempilo yomhlaba wonke ithi izinga lokushona kwabantu ngegciwane le-corona eAfrika libukeka lingasakhuphuki kakhulu uma kuqhathaniswa nezinye izinxenye zomhlaba.