Izindaba Scrolla

Ukunqoba komndeni wakwaKhosa

Ngale kokunqoba enkantolo kulelisonto, umndeni kaCollins Khosa uthi izinhliziyo zabo zisase buhlungu ngokushona kwakhe ngenyanga edlule.

Bakhala ngesandla semfene

Imeya yase-Bitou uPeter Lobese udlala ngempilo yezingane. Ngonyaka ka-2017 waklomelisa ikilabhu yebhola ngesheke lemali engangezigidi ezingama-R50 000. Sekuphele iminyaka emithathu izingane azikaze zithole ngisho isenti. Umasipala uzinaka wona.

Ukunconzuleka kancane kancane kwase-Bitou

Ngu-Everson Luhanga Indawo yase-Bitou ijwayelekile komasipala abaningi base Ningizimu Afrika, kuhlala abacebile, eceleni kwabampofu kakhulu. Umasipala wase-Bitou usebenzisa imali eningi kakhulu kubo kunezakhamuzi zabo. Umehluko ukuthi i-Plettenberg...

Oyedwa uthelele abangama-533

Umuntu oyedwa osebenza efemini yezinhlanzi yase-Ghana uthelele abantu abangama-533 asebenza nabo nge-coronavirus.

Bekunetha imvula yemali

AmaSamariya abehamba ngezimoto zakwanokusho zikhanyise indawo yase-Alex. Kube nomcimbi emigwaqeni yase-Alex kulo mvalelo esikuwo ngeSonto ntambama ngenkathi ithimba labezimoto ezibizayo linikeza abampofu izijumbana zokudla baphinda baphonsa izinkulungwane zamarandi emoyeni.

Ubuhle buphelela emoyeni

Buza noma yimuphi umuntu wesifazane uzokutshela ukuthi abenza izinwele, abafakana izinzipho kanye nabanikazi bama-salon abavame ukwenza ibhizinisi elichumayo emalokishini bayinsiza ebalulekile.

Abantu bamnyama basencupheni enkulu

uHulumeni wama-Ngisi e-Britain ubika ukuthi abantu abamnyama yibona abasencupheni enkulu yokubulawa yi-covid19, okuyisifo esandulela igciwane le-corona. Amathuba omuntu omnyama ukuthi abulawe yilesi sifo aphindaphindene kane...

Sekushone abayizi-2006 eAfrika

Amanani abanegciwane le-Covid-19 eNingizimu Afrika ngoLwesine ami kanje: asebenegciwane bayizi-7 808, asebendulele kweliphakade bangama-153, kanti asebeluleme bayizi-3 153. Kumanani esifundazwe sase-Gauteng, umaspala weGoli uhamba phambili...

Umbulali osemoyeni

I-Coronavirus ibonakala ihlala emoyeni ikakhulukazi ezindaweni ezigcwele abantu noma emakamelweni angenawo umoya.

Nango ekhala uMboweni

Waze wadabukisa umengameli webhange elinguvimba kuleli u@tito_mboweni, uma ethi kuyafana nokuthi akakhululekile.

nkukhu egcaluzayo

Umnyango wamaphoyisa waseMelika uxwayise umphakathi ukuqapha "inkukhu enolaka" "ehlulekile  ukuzibandakanya nendlela elungile yokungasondelani kwabantu". Umnyango wamaphoyisa aseWalker ekhasini lawo lwezokuxhumana lakwaFacebook uthi le nkukhu " isabise...

Indida nge-corona entsha

Ososayensi baseMelika bathole uhlobo olusha lwe-coronavirus – futhi kubukeka sengathi lithelelana kakhulu kunezinguqulo zokuqala zalesi sifo.