Ezemidlalo

UJamie Kermond wase-Australia uvinjelwe ukuncintisana kuma-Olimpiki ase-Tokyo

UJamie Kermond wase-Australia uvinjelwe ukuncintisana kuma-Olimpiki ase-Tokyo ngemuva kokutholakala kwe-cocaine emzimbeni wakhe.

UFloyd Mayweather ucelwe ukuthi asize izwe elishayekile ukuthi libuyele esimweni

UFloyd Mayweather angahle alibhade eNingizimu Afrika ukuzolwa nomshayisibhakela osathatha umhlalaphansi uLovemore “Black Panther” Ndou.

Abadlali beBoca Juniors bangqubuzana namaphoyisa ase-Brazil ngemuva kokwehlulwa e-Copa Libertadores

Iqembu leBoca Juniors alikuthathanga kahle ukuhlulwa kwabo yi-Atletico Mineiro e-Copa Libertadores.

Kuboshwe umdlali we-Everton osolwa ngokunukubeza izingane ngokocansi

Kuboshwe umdlali we-English Premier League ngoLwesihlanu olwedlule ngamacala okunubekza izingane ngokocansi.

Isikhulu sama-Olympic sikhala ngesinqumo esinzima ebesibhekene naso

Isikhulu sama-Olimpiki uThomas Bach uthi “ube nokungabaza” futhi “kungalaleki nasebusuku” ecabanga ngemidlalo yama-Olimpiki ase-Tokyo ebihlale iba sematheni eminyakeni edlule.

ULewis Hamilton uhlukunyezwe ngokobuhlanga ngemuva kokuwina umjaho we-British GP

ULewis Hamilton uthole ukugxekwa okukhulu ngemuva kokuwina kwakhe umjaho we-British Grand Prix ngeSonto, njengoba ukuphawula kwezemidlalo kuphenduke inkulumo enenzondo nokuhlukumeza ngokobuhlanga.

UPitso Mosimane uhlose ukunqoba i-FIFA Club World Cup

I-Al Ahly inenebule i-Kaizer Chiefs ngo 3-0 kowamanqamu we-CAF, kodwa manje njengoba umqeqeshi uPitso Mosimane esewuphethile lo msebenzi, usezimisele kakhulu kunakuqala.

ULewis Hamilton unqobe i-British Grand Prix

ULewis Hamilton unqobe umjaho we-Grand Prix obusingathwe kwelakubo kulandela ukushayisana nomphetha omkhulu walo mjaho uMax Verstappen.

I-FIFA ifuna ukuguqula ibhola ngezinguquko ezinkulu zomthetho

I-FIFA iqhamuke nezinguquko eziningi zemithetho ezizohlolwa emqhudelwaneni wentsha obizwa nge-Future of Football Cup, ngokusho kwe-Mundo Deportivo.

Phambili Chiefs! Masibhale kabusha umlando ngomdlalo wamanqamu we-CAF Champions League

IKaizer Chiefs ne-Al Ahly sebeke badlala kanye kuphela - futhi ngaleso sikhathi iChiefs yabhaxabulwa ngo-4-1.

Recent articles