Sign in
Join
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Sign in
Welcome!
Log into your account
your username
your password
Forgot your password?
Create an account
Sign up
Welcome!
Register for an account
your email
your username
A password will be e-mailed to you.
Password recovery
Recover your password
your email
Search
Menu
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Search
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Ezepolitiki
Kunxuswa intsha ibhalisele ukuvota
Izinguquko emthethweni wokhetho zisho ukuthi abantu bangavota lapho ababhalise khona kuphela.
I-IFP nethemba lokuheha amaqembu ayishumi aphikisayo
Iqembu lithembele ukwesekwa amaqembu amancane ayishimi emzamweni walo wokulawula iKwaZulu-Natal okhethweni oluzayo.
Asiyifuni i-IEC lapha futhi ngeke sivote: izakhamizi
Izakhamuzi zaseMkhanqwa ebezidiniwe zigane unwabu zishise imoto yekhansela zathi angeke zivote noma zivumele ukubhalisela ukuvota kulempelasonto.
Okwamanje: Kunamaqembu angeke afe futhi angeke akhule
Ukhetho lukazwelonke nezifundazwe seluseMome. Njengoba kujwayelekile injolozela iba semaqenjini amakhulu bese kuthi lawa amancane anganakeki. Kulolu khetho kubukeka kungekho uguquko njengoba injololeza isemaqenjini amane amakhulu okuyi-African National Congress (ANC), iDemocratic Alliance (DA), i-Economic Freedom Fighters (EFF) kanye ne-Inkatha Freedom Party (IFP).
Kukhalwa ngomngani kaZuma ochayise amaqembu aphikisayo eThekwini
Kukhalwa ngomholi weqembu elidlelana noMkhonto weSizwe kalowo owayenguMengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma okuthiwa udayise amaqembu aphikisayo eThekwini emizamweni yokugudluza uKhongolose emandleni.
I-Israel ayiyilandeli imiyalo yenkantolo ngolwaseGaza
Uhulumeni waseNingizimu Afrika usola i-Israel ngokungalandeli imiyalelo yeNkantolo Yobulungiswa Yamazwe Ngamazwe (ICJ).
UHlabisa uthi badlala ukhwantalala abathi ngeke bayigcwalise iMabhida
UMengameli we-IFP uthi labo abathi badlala ingcindezi njengoba beyokwethulwa umqulu wabo enkundleni iMoses Mabhida eThekwini ngoNdasa mhlaka-10, yibo kanye abashawa ukhwantalala.
I-IFP igadla ngoNtuli ukugudluza uKhongolose eKZN
I-IFP ithathe isinqumo sokugadla ngoSihlalo wayo KwaZulu-Natal ukuba ifolose ngaye kwesobuNdunankulu ukuze iqinise umkhankaso wayo wokugudluza uKhongolose emandleni.
I-ANC imise ubulungu baZuma
Ngemuva kwamasonto ayisithupha kungenziwa sinqumo, izikhulu ze-ANC zinqume ukuhlehlisa ukuqondiswa kwezigwegwe kukaMnuz Jacob Zuma ezinye izinyanga eziyisithupha.
Uvalo kushona onogada bomholi wentsha ye-IFP ngendlela engaqondakali
Uhlalele ovalweni uNobhala-Jikelele wophiko lwentsha lwe-IFP kuzwelonke uMnuz Mlungisi Mabaso ngemuva kwesigameko sokushona konogada bakhe belandelana beshiyana ngezinsuku ezintathu ngendlela engaqondakali.
1
...
96
97
98
99
Page 97 of 99
Recent articles
Kungenzeka ukuthi uphethiloli uzokwehla ngenyanga ezayo kodwa ngabe imali yetekisi izokwehla yini nayo?
Izindaba zaseKZN ezifingqiwe: I-ANC ne-DA bagqeme i-IFP ingozi engeqiwantwala oPhongolo
Uqhekeko lwesihlalo ebukhosini bamaNdebele buhlule ngisho ikhomishana kaNhlapho
UDladla Mshunqisi noDJ Cyndo baphule umyalelo we-ANC njengoba bezonandisa kwi-DA
INingizimu Afrika ino-R250 billion wezinhlelo ezingathuthukisa imvelo kodwa idonsa kanzima ukuwusebenzisa
U-Elon Musk owazalwa ePitoli uyi-trillionaire yokuqala emhlabeni