Ezepolitiki

Amaqembu aphikisayo afanise ekaRamaphosa yeSONA nomfudumezo

Abaholi bamaqembu aphikisayo basola uMengameli Cyril Ramaphosa ngokwenza izithembiso ezindala ngesikhathi ethula inkulumo yakhe yesizwe.

Izitoyitoyi kulokhu zinqindiwe

Kwake kwanesikhathi lapho konke ezikuhlelayo nezikusho kwenzeka. Lelo yiqembu lesithathu kwamakhulu aphikisayo kuleli i-Economic Freedom Fighters (EFF). Uma kufika ekuvulweni kwePhalamende leli qembu belizenzela umathanda. Bekuthi uma lithe ngeke kuqalawe ngesikhathi noma kuzoba nokuphazamiseka nembala kube njalo. Ufakazi walolu dosi ngoMengameli uZuma noRamaphosa amalungu aleli qembu abaphazamisa kwangaba ndabazaluthu.

URamaphosa nezithembiso eziyize

Enkulumweni yakhe yeSimo Sezwe, umengameli uqhubekile neqhinga lokufeza izethembiso ezingapheli kubantu baseNingizimu Afrika ngemuva kweminyaka emihlanu ephethe.

Amasosha asekulungele ukuqapha iSona

Umbutho wezokuvikela kuleli usuwaphothulile amalungiselelo okuqapha isimo uma uMengameli Cyril Ramaphosa esethula inkulumo mayelana nesimo sezwe ngoLwesine ebusuku.

Izakabi i-IFP kwezombusazwe kuleli

I-IFP iyazithintitha futhi isithola nokuhlonishwa ePhalamende.

I-DA ifuna ukubuyisa oFezela uma inqoba ukhetho

I-DA isidalule uhlelo lwayo lwezinsuku eziyikhulu zokuqala kuhulumeni - uma yona kanye namadlelandawonye ayo bewina okhethweni oluzayo.

UNdunankulu umemezele izikhumbuzo zeZILO nesoMntwana

ISILO iNdlulamithi ngomlomo kaNdunankulu waso nesizwe, uMfu uButhelezi simemezele imisebenzi emibili emikhulu ezokwenzeka nonyaka.

UNdunankulu kaZulu uthi njengoYisemkhulu ungoweSihlalo

Umzuzu okade ulindwe ngabezindaba ugcine ufikile. Lona bekungumzuzu wokuzwa loyo oqokwe waba nguNdunankulu weSILO noZulu ephefumula. Lokhu kulangazelele kwabezindaba bekudalwa yizizathu ezahlukene esikhulu kuyileso sokuthi uZulu ubuqala ukuba noNdunankulu omusha emuva kweminyaka engama-69. Kanti okunye ukukhuluma obekukhona ngokwalabo abebebuza ukuthi engabe oMdala wenze ngakhona yini nxa eqoka ‘ongeyona iNkosi’ kulesi sikhundla.

Sekujutshwe amasosha ukuba aqeqeshe Amapanyaza

Amapanyaza okuwuphiko olunabaqaphi bobugebengu abangu-6 000 eGauteng, babhekane nokugxekwa ngokungaqeqesheki ngendlela kanti umbutho wamasosha usungenelele.

Azilubhadanga ukuyobhalisela ukuvota izigidi zentsha yakuleli

Imizamo yokugqugquzela abantu abangaphezu kwezigidi ezingu-13 ukuthi babhalisele ukhetho lwango-2024 ayibanga impumelelo.

Recent articles