Siyaveva iSilo ngabokufika kuleli esibasola ngokwedelela

Siyaveva iSilo uMisuzulu kaZwelithini ngabokufika kuleli abasolwa ngokwedelela nangokudayisa izidakamizwa esikhundleni sokuhlonipha imithetho yezwe.
spot_img

Izindaba zakamuva

Imindeni engu-14 izilile kanti izikhulu seziveze ukuthi umshayeli wetekisi ubengenazo izincwadi ezisemthethweni nemoto kungenzeka ukuthi ibingagunyaziwe ukuthwala abafundi.

Ezemidlalo

Izindaba Scrolla

Izingane ezintathu zilimale ngemuva kwengozi eyenzeke e-Elspark

Izingane zesikole ezintathu zithole imihuzukwana ngemuva kokuba imoto ethwala abafundi ishayisane nemoto emgwaqeni ophithizelayo wase-Germiston ngoLwesibili ekuseni.

Kushone abantu ababili ngemuva kwesigameko sokudubula esenzeke eNkantolo yeMantshi yaseBooysens

Kudutshulwe abantu abahlanu eNkantolo yeMantshi yaseBooysens eGoli ngoLwesibili ntambama.

UMihlali Ndamase uthi ulandelwa owesilisa owanqaba uthando lwakhe

UMihlali Ndamase uthi owesilisa owamala uyamlandela futhi ufika emsebenzini wakhe.

Isayithi etsha yokuthola umaqondana ifuna ukukhipha amaphrofayili okungewona awangempela

Inkundla entsha yokuthola umaqondana ithembisa abantu bangempela nokuxhumana okusheshayo ngemva kokuba intsha eningi yaseNingizimu Afrika ithi izinhlelo zayo zingamanga, zihamba kancane futhi ziyakhathaza.

Uhulumeni neqhinga elisha lokuzama ukwehlisa isibalo nokugembula eNingizimu Africa

Uhulumeni uhlela ukufaka intela ekugembuleni nge-inthanethi futhi ucela umphakathi ukuthi uphawule, kanti uveze ukuthi ukubheja kukhula ngokushesha futhi kuxabanisa imindeni eminingi.

URamaphosa usayine ukwenyuswa kwemiholo yoNgqongqoshe

Abaholi bakahulumeni kulindeleke ukuthi bathole umholo ophezulu ngemuva kokuthi uMengameli Cyril Ramaphosa egunyaze ukunyuswa kwemiholo.

URamaphosa ufuna kube nemigwaqo ephephile ngemuva kokushona kwabafundi abayishumi nane engozini

UMengameli Cyril Ramaphosa ukhulume ngemuva kokushona kwabafundi abayishumi nane engozini eyenzeke e-Vanderbijlpark, wathi izingane kumele zivikelwe uma ziya esikoleni.

Owesilisa ukhala ngokucwila ezikweletini ngenxa yokondla umndeni wakhe

Owesilisa wase-Eastern Cape uthi ukondla umndeni wakhe kusukela esemncane kumfake shi ezikweletini njengoba izindleko zilokhu zikhuphuka.

Izindaba zaseKZN ezofingqiwe: UNgqongqoshe we-NFP uqokwe njengebamba lesikhulu sezempilo

UCelani Sikhakhane ukulethela izindaba zakamuva ezenzeka KwaZulu-Natal.

Imboni yaseGoodyear iyaqhubeka nokudayiswa njengoba abasebenzi bemukela ukuthi imisebenzi ayisekho

Ababengabasebenzi baseGoodyear bathi ithemba lokubuyela emsebenzini liyashabalala ngemuva kokuthi imboni evaliwe yaseKariega isohlwini oluzothengiswa ku-inthanethi.

Ukuphelelwa umsebenzi kuphoqe umama ukuthi adayise ukudla emarobhothini ukuze ondle ingane yakhe

Owesifazane owaphelelwa umsebenzi ngemuva kwezinxushunxushu zangoNtulikazi uthi ukudayisa ukudla emarobhothini yiyona ndlela angakwazi ukondla ngayo ingane yakhe nomndeni.

Izimvula ezinamandla zicekele phansi indawo yaseLimpopo neMpumalanga

I-South African Weather Service ithi imvula enamandla eqhubekayo idale umonakalo wezikhukhula eLimpopo naseMpumalanga, nokuphoqe izikhulu ukuthi zithathe lezi zindawo njengendawo yezinhlekelele.