Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Ngubani ongafuna ukubulala lo wesifazane?

Indaba yokubulawa kwalo wesifazane osemusha yaqala ngephupho elenzeka - kodwa ngendlela eyethusa kakhulu kunendlela ayecabanga ngayo.

Umhlangano omncane kaTrump

Umhlangano wokhetho olukhulu lukaDonald Trump obungoMgqibelo ubuzoba mkhulu. Ugabise ngokuthi cishe abantu abayizigidi babhalisile ukuzothamela umhlangano.

U-Eskom yihange lomuzi e-Alex

I-Alexandra ishoda ngendawo. Ngesikhathi umhlali wase-Alexandra bekmele anwebe indlu yakhe ukuze ahlalise umndeni wakhe, uhlangabezane nenkinga.

Osomatekisi bavale imigwaqo emikhulu eGoli

Abashayeli bamatekisi eGoli bavale imigwaqo ngoMsombuluko njengoba beya embhikishweni yokufuna imali ethe xaxa kuhulumeni.

“Hlalani emibhedeni” kusho abashayeli bamatekisi kubagibeli

Abashayeli bamatekisi eGoli baqhubeke ngokusabisa ngeSonto ebusuku ukuthi bazobhikisha ngoMsombuluko.

Osomatekisi basongela ukuvala izwe

Amakhulu ezinkulungwane zabagibeli eGoli bazosala dengwane ngoMsombuluko uma osomatekisi beqhubeka nemibhikisho engacishi ivale izwe.

Bagane unwabu abaphathi bamatekisi Abashayeli bamatekisi abathukuthele bathi uhulumeni “uyaseyisa”

Kungenzeka abagibeli bamatekisi asenyakatho neGoli bahambe ngezinyawo ukuya emsebenzini ngoMsombuluko ngemuva kokuthi izinhlangano zamatekisi zichithe isibonelelo semali ephuma kuhulumeni ngoba bethi incane.

Balekela impilo yakho TSOTSI

Zisenkingeni enkulu izigebengu zaseThekwini. Njengamanje izigebengu zibhekene nowesifazane ongumphenyi ozimele … aphinde abe yisangoma!

Amathuna amaqhawe ethu

UBab' uTwala usehlale e-Alexandra iminyaka engaphezulu kwamashumi amahlanu, useze waba ngubaba womuntu wonke kulendawo.

Kusamisiwe ukukhuphuka kwemali yokugibela

zinhlangano zamatekisi zase-Alexandra ebezihlele ukunyusa imali yokugibela ngamaphesenti acishe abengama-200 zilimisile lelo nani okwamanje.

Ubungozi bokuthola i-covid-19 emaphandleni

Ngokukhuphuka kwezinga labathelelekile nge-covid-19, abagibeli bamatekisi emaphandleni ase-Eastern Cape basengozini yokugcwala ngokweqile uma bethatha uhambo olude emigwaqeni ewubhuqu.

Ukuhlolwa kwamahhala kwe-Covid-19

Uma ungasebenzi, awunayo insiza yezokwelashwa futhi usengozini enkulu ye-Covid-19, i-Dis-Chem manje izokuhlola mahhala.