U-Eskom yihange lomuzi e-Alex

Everson Luhanga

I-Alexandra ishoda ngendawo.

Ngesikhathi umhlali wase-Alexandra bekmele anwebe indlu yakhe ukuze ahlalise umndeni wakhe, uhlangabezane nenkinga.

Isigxobo sikagesi besisendleleni.

Ngakho-ke uvele wakha amakamelo amasha nxazonke zesigxobo

Manje unesigxobo endlini yakhe.