Konke

Kushone 8 wabasebenzi basezimayini engozi yebhasi neloli

Iziphathimandla zomgwaqo eLimpopo zithi ibhasi ebelihamba ngesivinini esiphezulu lishayise iloli ebithwele abasebenzi basemayini iMototolo.

IMK ingakwazi ukuthola kusekwa amanye amaqembu eKZN

Umkhonto Wesizwe kungenzeka ingayinqobi iKwaZulu-Natal kodwa amanye amaqembu ezepolitiki angase afise ukuba nombimbi nayo.

Owesilisa ubulale unina wenza umbikiso ngesidumbu sakhe

“Bekungathi usemhlabeni wakhe yedwa ebonakala sengathi akazi ukuthi usanda kubulala unina.“

Ezihamba phambili emhlabeni jikelele: Izisebenzi zezindiza zintshontshe igolide lenani lika-R300 million

URorisang Modiba ukulethela izindaba zansuku zonke ezenzeka emhlabeni.

Amaqembu e-hockey aseMzansi adinga imali yokuya kuma-Olympics

Njengama-Olympics aseTokyo, amaqembu e-hockey aseNingizimu Afrika adinga imali futhi ukuze ayoqhudelana kule midlalo.

Obhale ngo-AKA no-Anele uthola izinsongo zokubulawa

Umbhali uMelinda Ferguson uthi uthole izinsongo zokubulawa ngaphambi kokukhishwa kwencwadi yakhe ekhuluma ngo-AKA no-Anele Tembe.

Imvubu ibonakale izulazula emphakathini waseKapa 

“Ngiyajabula ukuthi iphume ebusuku. Cabanga ukuthi bekuzokwenzekani ukube bekusemini, izingane zidlala emigwaqeni.”

Kubuthene abanikazi bamatekisi ngemizamo yokuqeda izimpi zombango e-Eastern Cape

"Lena ngeminye yemizamo yomnyango yokuqinisekisa ukuthi sivala izibhamu, siyakuqeda lokhu kuchitheka kwegazi."

Kulamule IKumkani uDalindyebo abafundi baseTVET bebulawa yindlala

Kulamule Inkosi yabaThembu, uKumkani Buyelekhaya Dalindyebo ngesikhathi kuxoshwa izitshudeni zasekolishi i-KSD TVET ngoba zingenayo imali yokukhokhela imiqasho yazo.

Recent articles