Ezepolitiki

Usomqulu wokhetho weMK kaZuma ugxile kuMthethosisekelo

Usomqulu waleli qembu uthi uMthethosisekelo wezwe okhululekile kumele uchithwe njengoba uvimbela ithonya lepolitiki yeningi elimnyama.

URamaphosa noZuma babhekisa imikhankaso yabo eThekwini

UMengameli kanye nowayenguMengameli wakuleli bazokwengamela abavoti kumasipala omkhulu waKwaZulu-Natal njengoba kuqala isikhathi sokuya okhethweni.

Ukuzinikela kukaHani emzabalazweni kuheha intsha ukuthi iyovota

"Ukuphela kwendlela yokuvikela izinzuzo zentando yeningi nokuhlonipha ifa nenkumbulo kaHani nabanye abalwela inkululeko ukuvota kwakho."

Ezihamba phambili KwaZulu Natal: Umholi wentsha ye-ANC usekuMK Party

USihle Mavuso ukulethela ezihamba phambili kwelikaMthaniya.

IMK ingakwazi ukuthola ukusekwa amanye amaqembu eKZN

Umkhonto Wesizwe kungenzeka ingayinqobi iKwaZulu-Natal kodwa amanye amaqembu ezepolitiki angase afise ukuba nombimbi nayo.

Ngakhela abantu amabandla: Malema

"Uma bethi uJulius Malema akamthandi uJesu Khristu, kumele ubatshele ukuthi uJulius Malema wakha ibandla likaKrestu eSeshego lapho aphuma khona, ehlonipha unina.”

‘IMK ifuna ukuphetha imbenge yempilo engcono eyaqalwa ngo-1994’

UNhlanhla Ngidi woMkhonto Wesizwe (MK) Party uthi iqembu lifuna ukunika abantu ithuba lokuphothula uhambo lwempilo engcono olwaqala eminyakeni engu-30 edlule.

Ezihamba phambili KwaZulu-Natal: I-ANC ne-IFP bafuna ukugudluza uMavundla we-ABC

USihle Mavuso ukulethela ezihamba phambili kwelikaMthaniya.

Ezihamba phambili KwaZulu-Natal: Lonke ukhetho lokuchibiyela lungase luhlehliswe

USihle Mavuso ukulethela ezihamba phambili kwelikaMthaniya

Recent articles