Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Usaziwayo wase-Nigeria uDavido umemezela ingoma yakhe ethi-A Better Time

Kube yisihogo sonyaka - kanti isihlabani se-Afro-pop uDavido uhlaba umxhwele ngealbhamu yakhe entsha ethi-A Better Time.

IBafana ihlose ukuthola amaphuzu aphezulu

Kunomoya womlingo ekhempini yeBafana Bafana ngaphambi kwemidlalo yabo ne-Sao Tome ne-Principe kule mpelasonto ezayo.

Izingozi ezethusayo zigubuzele isikhathi sikaKhisimusi e-KZN

Izikhulu zaKwaZulu-Natali beziphithizela zizama ukulungisa ngemuva kokuthi kushone abanye abantu abayi-14 ngenkathi kushayisana amaloli amabili netekisi ngoMsombuluko.

UMKLOMELO WAKWA-SCROLLA WOKUBAMBA INHLANZI ENKULU ENGU-ACE MAGASHULE

Ekuqaleni kwenyanga sethule umncintiswano wokuqagela ukuthi iyiphi "inhlanzi enkulu" ezoboshwa ngokulandelayo ngokulawulwa kombuso.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Liwile iqhawe

UMcwaningi Mabhuku Jikelele uKimi Makwetu, oneminyaka engama-54, ushone ngoLwesithathu ngemuva kwesikhathi eside ephethwe yisifo somdlavuza, kumemezele ihhovisi lakhe ngoLwesithathu.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Umsolwa ecaleni likaSindiso Magaqa uzibulele

UMluleki Ndobe, iPhini likaSomlomo oyisiShayamthetho eKwaZulu-Natali futhi obenguMeya kaMasipala wase-Harry Gwala, uzibulele emzini wakhe oseThekwini.

Ingoma ethuka uDonald Trump iphezulu kwi-Apple iTunes charts

Ingoma ehamba phambilu emhlabeni kuleli sonto akuyona okufanele ngabe izingane ziyayilalela.

Oshayasibhamu bavulele ngenhlamvu kwaDokotela e-PE

Iziguli eziningi kudingeke ukuba zikhohlwe ukulimala kwazo zisindise izimpilo zazo ngenkathi kundiza izinhlamvu kwaDokotela elokishini KwaZakhele, e-Port Elizabeth ngoMsombuluko ekuseni.

Izinyokanyoka zibulale intombazanyana yakhe

UAnita Thebekwana ubesendlini encane ngesikhathi ezwa indodakazi yakhe eneminyaka emithathu uLikuwe ememeza embiza.

UACE UZOBHEKANA NEJAJI

UNobhala-Jikelele we-ANC uAce Magashule kulindeleke ukuthi azinikele koKlebe ebese evela enkantolo ngoLwesihlanu.