UMKLOMELO WAKWA-SCROLLA WOKUBAMBA INHLANZI ENKULU ENGU-ACE MAGASHULE

Ekuqaleni kwenyanga sethule umncintiswano wokuqagela ukuthi iyiphi “inhlanzi enkulu” ezoboshwa ngokulandelayo ngokulawulwa kombuso.

Usuku lokuvala bekungumhla ziyi-10 kuZibandlela kodwa njengoba kusobala ukuthi uMagashule uyinhlanzi enkulu kunazo zonke, manje sesivale umncintiswano kulandela izindaba zokuboshwa kwakhe nokuthi uzovela enkantolo ngoLwesihlanu.

Abafundi abaningi bezindaba zakwa-Scrolla.Africa baqagele kahle bakhetha uMagashule.

Sizokhetha ngokungenamkhawulo abantu abathathu abanembe umbuzo ngoLwesine mhla ziyi-12 kuLwezi, bese simemezela abawinile (ngemvume yabo) ngoMgqibelo mhla ziyi-14.