Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Kubonakale imbuzi ihamba iqondile ngemilenze yayo yangemuva

Imbuzi ezweni laseNdiya imangaze izakhamuzi ngesikhathi beyibona ihamba izulazula edolobheni ngemilenze yayo yangemuva.

UMaster KG ubuye nomklomelo we-MTV Europe Music Awards

Lona kube ngunyaka lapho iJerusalema yenze umhlaba wadansa.

Umculo kaNkiyase uletha ithemba

UNkiyase Modlana-Mbatha omuhle ulwe ne-dyslexia yakhe waphendula isimo sakhe saba ngumculo onabalandeli abadansela umculo wakhe.

UMotsepe uhlose ukuhola i-CAF

Ukuqokwa kwesikhulu sezimayini se-Mamelodi Sundowns uPatrice Motsepe kwesobumengameli be-Confederation of African Football (CAF), enhlanganweni yebhola laseAfrika.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

“Sizilile, sibuhlungu” – iNdlunkulu kaZulu

Ushaqekile umndeni weSilo samaBandla uGoodwill Zwelithini KaBhekuzulu ngemuva kokwedlula emhlabeni kwezinyane leSilo sakwaZulu kulokho okubonakala kuwukuphanga emzini wayo eGoli.

Amabhakabhaka adlangile

Amagoli asuka kuFortune Makaringe noLinda Mntambo abenele ukubona amaBhakabhaka edlala emdlalweni wamanqamu we-MTN 8 ngokuthokoza.

UZodwa ujabulisa amadlozi akhe

NgoMgqibelo uZodwa ubethokozisa amadlozi emini.

Ukuma kokugcina kukaTrump – phakathi kwesitolo sezocansi nendawo yokushiswa izidumbu

Kungekudala nje, bekunemibono yokuthi uDonald Trump angaqala impi uma ehlulwa okhethweni lwangoLwezi.

Isidlakela sephoyisa elibhema insangu lisize ngokusindisa umhlaba

Kunamaqhawe amaningi ekwehlisweni kukaDonald Trump, kepha okungenzeka ukuthi ubungakezwa ngaye yisidlakela esidwetshwe ama-tatoo.

I-IEC ilungiselela ukuvota ngesikhathi se-Covid

Abantu baseNingizimu Afrika bazokwazi ukuvota ngaphansi kwemithetho ye-Covid-19 okokuqala ngqa okhethweni lokuchibiyela oluzoba mhla ziyi-11 kuLwezi.