Izindaba Scrolla

Isikhathi seqiniso ku-Liverpool ne-Manchester United

Kungumdlalo wesonto - mhlawumbe umdlalo wenyanga - abalandeli bebhola likanobhutshuzwayo emhlabeni wonke abalinde ukuwubona!

Kuboshwe odlwengule inja

Indoda eneminyaka engama-34 ubudala ebanjwe kwividiyo idlwengula inja, iboshiwe.

UMFELOKAZI WESISHOSHOVU UCELE I-ANC UKUBA IKHAWULE UKUBULALA

Ukubulawa kwesishoshovu se-ANC, uSduduzo Magwaza kuvule amanxeba amadala kunkosikazi kaSindiso Magaqa owadutshulwa eminyakeni emine eyedlule.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

“Kungani ethweswa icala uTrump? Ufana nepentshisi elivuthiwe vele”

Ngenkathi uDonald Trump eqopha umlando ngokuba nguMengameli wokuqala waseMelika wokuthweswa icala kabili, ikhasi laku-Facebook likaMelusi i-Everyday Zulu lithathe okuhlukile.

Wenze abantu badansa uDJ 1D

Ama-headphone ka-DJ 1D asethule ingunaphakade, UDJ weKaya FM nobengusomabhizinisi uMzwandile Nzimande ushone ngoLwesithathu.

Izakhamuzi zase-PE zizilungisela amapayipi

Sekuyiminyaka eyisikhombisa izakhamuzi zaselokishini laseRolihlahla e-Port Elizabeth zilinde umasipala ukuthi uzilungisele imisele yamanzi emvula kodwa kungenziwa lutho.

Amaphoyisa ashaywa ngenkathi ehlukanisa abantu ephathini ‘ye-after tears’

Ngesikhathi ethola isikhalazo ngephathi ‘ye-after tears’ eyenziwa nabantu abangaphezu kwabangama-200, Amaphoyisa kaMasipala wase-Joburg awachithanga sikhathi.

IPirates ifuna ukuzwisa i-Limpopo ubuhlungu obunzima

IOrlando Pirates izobe ibheke ukuthi yenze amahlandla amabili elandelana ukushaya amaqembu abusayo eLimpopo uma ihlangana neBlack Leopards ngeSonto.

Izinsuku ze-Currie Cup zihlehlisiwe

Izinsuku zomdlalo owandulela owamanqamu nowokugcina we-Carling Currie Cup zihlehliswe yi-SA Rugby ukulwa nosongo lwesifo se-Covid-19.

Uprofesa Karaan wanikela ngempilo yakhe kwezolimo

Uprofesa Mohammad Karaan, uSolwazi owaziwa ngezeMfundo yezoLimo e-Stellenbosch University, ushonile.

OWESILISA UBANJWE KWIVIDIYO EDLWENGULA INJA KAMAKHELWANE

Owesifazane waseHlohlolwane ngase-Clocolan e-Free State uyazibuza ukuthi kazi uyophinde afune ukuba nenja yini ngemuva kokubona ividiyo yomakhelwane wakhe edlwengula inja yakhe, uBobbie.