Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Injabulo eMelika

Amadolobha amakhulu aseMelika angene ezitaladini ngoMgqibelo ejabula ngokuphela kobumengameli bukaDonald Trump.

Uxoshiwe!

UDonald Trump ubencibilika kumabonakude ngesikhathi ememezela ukuthi, uwinile futhi ukhetho luyantshontshwa.

Ngesikhathi uBiden ehlaba ubandlululo eNingizimu Afrika

Njengoba umhlaba ulungiselela uBengameli bukaBiden, isiqeshana sikaJoe Biden ehlasela iPitoli kowezi-1986 besilokhu sizungeza ezinkundleni zokuxhumana eNingizimu Afrika.

Kuleli hora uStacey uyiqhawe

UStacey Abrams ungumlandeli onamandla kakhulu weqembu le-Democratic esifundazweni sase-Georgia.

UDonald Trump akehlise umoya!

Ngonyaka odlule indoda enamandla kakhulu emhlabeni, UDonald Trump, ubhale i-tweet ngokucasuka ebhalela uGreta Thunberg, isishoshovu sesimo sezulu.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

IPUNANI KAZODWA YAYISHINTSHA KANJANI IMPILO YAKHE

Kwakunesikhathi lapho uZodwa Wabantu ayenamahloni kangangokuthi wayengafuni nokuthi abonakale emphakathini.

UZODWA NENDODA ESIKHULILE… KANYE NAMABELE AMAKHULU

UZodwa Wabantu uthuse uMzansi ngenkathi ehlinzwa isitho sangasese sowesifazane ngonyaka wezi-2019.

ZODWA – “NGIYABONGA MADLOZI AMI”

UZodwa uzobe eseSoweto kule mpelasonto, kodwa hhayi ukuyojabulisa abalandeli bakhe.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Isikhathi sikaBiden

Ikusasa leMelika lilenga esilinganisweni ngokubalwa kwamavoti okhethweni lwaleli sonto.

Izigidi zama-minki zibhekene nokuhlatshwa ukunqanda igciwane le-corona eliguqukayo

I-Denmark ihlela ukubulala inani lama-minks ayizigidi eziyi-15 ngemuva kokuthi kutholakale ukuguquka okusha kwegciwane le-corona ezilwaneni.