Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

UMyeni udalula ufakazi oqavile uMnu X

Kuke kwaba nezinxushunxushu ngosuku lwesibili lukaDudu Myeni kwikhomishini kaZondo mayelana nokulawulwa kombuso.

ULovemore Ndou: Usuka eringini lesibhakela uya enkantolo

Ngenkathi eseNingizimu Afrika, uLovemore Ndou wayekhuluma eringini lesibhakela. Manje use-Australia futhi wenza inkulumo yakhe enkantolo.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

INDODA ENGASEKHO EMHLABENI IWINA ISIHLALO OKHETHWENI LWASEMELIKA

Ukhetho lwaseMelika luveza izimanga eziningi - kanti okunye kwakho ukuthi owesilisa oshonile uzuze isihlalo kusishayamthetho sombuso!

INKULULEKO KABUSHIRI – UKUNQOBA KUKAMBORO

Bobabili bathi bakhonza uNkulunkulu futhi baletha ukuthula ezimpilweni zezinkulungwane zabantu, kodwa sekuyisikhathi esidanyana manje abasekeli babo bobabili abefundisi bebheke abaholi babo bengathelelani amanzi.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Abantu base-Alex “banjengegolide elikhishwe odakeni”

Umsakazi uItumeleng Banda ukhule ehlala e-Sandton, efunda esikoleni esibizayo futhi ejabulela izikhathi ezimnandi. Kodwa ngesikhathi eneminyaka eyisishiyagalombili, yonke into yashintsha.

UKUDUTSHULWA OKWESABISAYO EMDLALWENI WAMAKHADI

Bekufana nebhayisikibho esabisayo. Ubelele endlini elokishini lase-Missionvale, e-Port Elizabeth ngeSonto.

ABANQOBI BOMNCINTISWANO BALETHA ITHEMBA

Iqembu leAbadumisi Bevangeli lomculo selivuke umbhejazane ngokunqoba umncintiswano wamakhwaya kowezi-2020 Gospel Icon Discovery ngeSonto.

Usuku lukaTrump

IMelika iye okhethweni ngoLwesibili - ukhetho olubaluleke kunalo lonke olwake lwenziwa emhlabeni wonke jikelele.

INDODA KANYE NENGANE ENCANE BABHUBHELE EMLILWENI OMKHULU

Abahlali abebethukile beme bengakwazi ukusiza ngenkathi owesilisa ekhala kabuhlungu, ecela usizo, ngemuva komnyango ovaliwe womjondolo ovuthayo.

UTiwa Savage ubhince ithawula kphela – akukho okunye

UTiwa Savage unikeze abalandeli bakhe ikakhulukazi abesilisa isipho esikhetheke kakhulu - futhi baphendula ngemilayezo ejabulisayo yokubonga ezinkundleni zokuxhumana!