Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Ukusinda ku-Covid, ukuqinisa umshado – nokwenza ucansi olumnandi

I-Covid-19 idale inkinga ebudlelwaneni babantu nasemishadweni. Kepha kukhona izithandani eziphume ziqinile kulento.

Umphakathi waseMpumalanga ushaya amagoli ulwa nodlame olubhekiswe kwabobulili obufanayo

Umphakathi wase-Schoemansdal eMpumalanga uhlangane ngempelasonto ukuzobukisa nokudlala ibhola ukuqwashisa ngodlame olubhekiswe kwabobulili obufanayo.

Ukubhaxabulwa ngokugqoka izimpahla ‘ezingamanyala’

Le vidiyo iveza lona wesifazane ehleli phansi eshaywa ngokuphindelela ngebhande lesikhumba yisosha lase-Nigeria.

SCROLLACAST

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela (ongenhla)

Wina umakhalekhukwini kanokusho we-Nokia. Bamba INHLANZI ENKULU.

Ubani ozoboshwa ngokulandelayo kula macala obugebengu bokulawulwa kombuso? Ngenela umncintiswano wethu – bese uwina umakhalekhukwini wakwanokusho we-Nokia noma umoya wakwa-MTN ofinyelela ku-R500 uma uqagela ukuthi ngubani osezobingelela uZondo.

Owesifazane owadlwengulwa usenakekela izingane ezilahliwe

Uthi wadlwengulwa amahlandla angaphezu kwayishumi ngabesilisa abehlukene.

Isisulu sokudlwengulwa siphilisa imiphefumulo ngomculo waso

UGabisile unikeza uthando, ukunakekela nokuthula ezinganeni eziningi zaseTembisa namaphethelo.

ISoweto Derby ngemuva kweminyango evaliwe

Imikhawulo ka-Covid-19 isho ukuthi i-Orlando Pirates izobhekana nezitha zayo eziyizimbangi i-Kaizer Chiefs enkundleni yezemidlalo i-Orlando ngoMgqibelo enkundleni ecishe ingabi nalutho.

Abaholi be-EFF emdlalweni wezikole samabanga aphezulu

Ukungaboni ngasolinye phakathi kwabaholi be-Economic Freedom Fighters nommeli we-AfriForum enkantolo yemantshi yase-Randburg ngoLwesine kusibekele uqobo lwenkantolo.

Umzila kamakhalekhukhwini ufake abaphangi ejele

Abaphangi nabashisi bempahla abashise amabhasi, baphanga isitolo sakwa-Shoprite, babulala iphoyisa base bahlasela isigodlo sikaOba e-Lagos, e-Nigeria ngesonto eledlule, bamangele bezithola sebezungezwe ngamaphoyisa, agcine esebabopha kuleli sonto.

Akuyona ikhilikithi

Ikhwaya yentsha yakwaNdlovu isikhona futhi - kulokhu ihlangene nesihlabani sekhilikithi uA B de Villiers nomculi uKaren Zoid engomeni entsha ethi, "The Flame”.

Owesifazane phakathi kukaZondo noZuma

Lowo owayenguMengameli wezwe uJacob Zuma uphelelwa izaba lokuvimba usuku lwakhe enkantolo.