Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Abasebenzi bezindawo zokudlela babhikishela ukuvalwa kotshwala

Oweta, abesebenzi bezindawo zokudlela nabanikazi bamapulazi amawayini bahambele imigwaqo ngoLwesithathu bekhalaza ngokuvalwa kotshwala.

INingizimu Afrika ikhungethwe yifu elimnyama

INingizimu Afrika iphetha ngokuvala isahluko sayo somlando ngokushona kowokugcina kwabayi-11 ababemangalelwe ecaleni lokuvukela umbuso.

I-DRC izophuma kumvalelo we-Covid-19

I-Democratic Republic of Congo izophuma kumvalelo we-Covid-19.

Inkonjane iwele enkundleni Ngesikathi siphekwa ngemibuzo isikhulu sase-Nigeria siqulekile – noma engabe kwenzeke ngempela yini lokhu?

UDaniel Pondei, inhloko ye-ejensi yokuthuthukisa uhulumeni, ubephekwa ngemibizo ikomidi lephalamende.

Isiguli saseThekwini sithole i-Covid-19 kabili

Udokotela waseThekwini uthi esinye seziguli zakhe sihaqwe i-Covid-19 kabili ezinyangeni ezintathu.

Inkantolo enkulu iyalela uhulumeni ukuthi ondle izingane

INkantolo enkulu eseNyakatho ye-Gauteng isiyalele uNgqongqoshe WezeMfundo eyiSisekelo uAngie Motshegka ukuthi abuyisele uhlelo i-National School Nutrition Programme (NSNP).

Izimoto eziyisithupha kanye nebhilidi kushisiwe embhikishweni wokulethwa kwezidingo

Abahlali baseMadlala e-Lamontville, eThekwini babhubhise izimoto eziyisithupha kanye neSizakala Centre.

Waboshwa washawa kodwa akazange akhothame

Umholi wamalungelo abantu baseMelika uJohn Lewis ushone ngeviki eledlule eneminyaka engama-80.

INingizimu Afrika ingeyesihlano ngezibalo zabantu abanegciwane emhlabeni

Cishe sekunamacala ayizi-356,000 aqoshiwe ngoMsombuluko kuphela, lokhu kubeka iNingizimu Afrika kwinombolo yesihlanu - ilandela i-Russia ngamacala okuthelelana ayizi-(777,400).

Izingane zidla izimila zasendle ngoba zilambile

Izingane zase-Eastern Cape kumele zidle izimila zasendle ukuziphilisa njengoba i-Covid-19 ishiye abantu abaningi baseNingizimu Afrika belambile.

Kushone owesifazane obeshayela amabhanoyi

I-Nigeria ilahlekelwe umshayeli wokuqala wesifazane okwazi ukushayela ibhanoyi elinophephela emhlane.

Umthetho wezifonyo

Uma ungasigqokile isifonyo esitolo noma etekisini, ngeke ukhokhe inhlawulo okwamanje ...