Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Indaba yenkomo yase-Soweto ingamanga

Abafundi abazimiselayo bavame ukuklonyeliswa ngosiba, incwadi noma isitifiketi ngomsebenzi wabo omuhle.

Umbulali uyakhuluma: “IMPILO YAMI YOBUGEBENGU NOKUBULALA

"Sibabulele, sibadlwengulile futhi sibaphangele izinto zabo kanye nokuthula ezimpilweni zabo"

“Bengifuna abengummeli. Kodwa wasondela eduze kommeli nje kuphela ngenkathi egwetshwa udilika jele.”

Ngenkathi izingane zakhe zisencane, wayethandaza kuNkulunkulu ukuthi ziphumelele.

Ubugebengu yinsaka vukela umchilo wesidwaba kulo mndeni

Indaba yase-Alexandra yomndeni onodumo olubi lobugebengu. BekunguZB, kwabanguNjilo kanye nomfowaba uMbeko kwase kuba nguBalloon-Tyre!

Ubugebengu buyakhokhela – kuze kubewukuthi abukhokheli

UNjilo usephendukile futhi usemtholile uNkulunkulu, kodwa namanje usalandelwa yizenzo zakhe ezimbi zobugebengu azenzile.

Intatheli yase-Zimbabwe uHopewell Chin’ono ungaphandle ngebheyili

Ngemuva kwemizamo emithathu yokuhluleka ukuthola ibheyili, intatheli yase-Zimbabwe uHopewell Chin'ono unikezwe ibheyili yemali eyi- $ 120 kuleli sonto.

UMzansi ulahlekelwe ngamaphoyisa ayi-193 ngenxa ye-covid

Ngemuva kwezinyanga ezingaphezu kwezinhlanu besemgqeni wokulwa nalolu bhubhane, amalungu Ezinsizakalo Zamaphoyisa aseNingizimu Afrika abulawe yi-covid.

I-Covid eAfrika: Ngabe senze iphutha na?

Sekuphele izinyanga ongoti bezempilo nabezindaba bexwayisa ngenhlekelele ye-Covid ebheke eAfrika.

Abazuza ngokudayisa upharafini bakhuphula inani lokuthenga

Njengoba abantu baseNingizimu Afrika bebhekene nokuhamba kukagesi okunamandla, kuneqembu labantu abamamathekayo.

Indawo yokudlela e-Nigeria ibukeka njengengaphakathi lendiza

Abathandi bokudla base-Nigeria sebengenza sengathi bandiza ngebhanoyi kanti lutho basephansi nje. I-Urban Air, indawo yokudlela ese-Abuja, iguqulwe yabukeka sengathi ingaphakathi lendiza. Kuhlotshiswe ngesibhakabhaka esiluhlaza, amafu amhlophe...

URamaphosa uvele enamandla kakhulu

UMengameli uCyril Ramaphosa uvele enamandla kakhulu emhlanganweni wekomidi elikhulu kuzwelonke le-ANC ngempelasonto equmba phansi izinselelo eziphonswa ngabahlambalazi abaseqenjini.

Ukulungisa amakhaya sekuyinto entsha eyenziwa ngamasosha ase-Alex

Sijwayele ukubabona bephethe izibhamu zemishini namagiya okulwa.