Scrolla exclusive

Indida ngemizamo yokweba u-R33 million kamasipala ebhange

Sekuqubuke indida ngemali kamasipala waseZululand engu-R33 million okuthiwa yanyamalala ebhange lase-Absa ngoZibandlela njengoba umphathi kamasipala ethi yagcina ingalahlekanga yize i-EFF ithe yebiwa.

Ibhasi lishayise imizi yabantu umshayeli ebalekela izigebengu 

Umshayeli webhasi obebalekela ingozi ungene obishini ngesikhathi eshayisa imizi yabantu.

URamaphosa nohlelo lwezindlu zomxhaso luka-R1-billion

Emizamweni yakhe yokunxenxa amavoti, uMengameli uthembisa uhlelo lwezindlu e-Northern Cape kanye nezinhlelo zamanzi e-Limpopo, KwaZulu-Natal, eMpumalanga nase-Eastern Cape.

Abafundi kumele bahlinzekwe ngamajazi omkhwenyana-ungqongqoshe

UNgqongqoshe Wezempilo uNomantu Nkomo-Ralehoko ukhathazekile ngezinga eliphezulu lokukhulelwa kwabafundi ezikoleni zaKwaThema.

Kuboshwe inyanga ngelokubulala intombazane (18)

Kuboshwe inyanga ngecala lokubulala uModjadji Thoka (18), wasesigodini sase-Mokomene e-Limpopo.

Kugetshengwe abezempilo bekwi-ambulensi eKapa 

Owezimo eziphuthumayo obehamba nge-ambulensi e-Heinz Park, eKapa ulwela impilo yakhe ngemva kokulimala ngesikhathi begetshengwa besendleleni eya esibhedlela sase-Mitchells Plain District.

Umculi wakuleli uzocula e-California

Isihlabani somculo saseNingizimu Afrika uTyla uzocula emcimbini we-Coachella e-California.

Iqembu elingomakoti kwezombusazwe lifuna kubuyiselwe isiShayamthetho saseKZN Ondini

Iqembu elisha lezombusazwe elisungulwe osomabhizinisi i-Gap Fixers South Africa selihlabe ikhwelo lokuba kubuyiselwe isiShayamthetho saKwaZulu-Natal Ondini ukuze kongiwe imali echithwa ezakhiweni eziqashiwe eMgungundlovu.

Ubonga uyanconcoza owesifazane owasindiswa owe-Uber efuna ukuzibulala

Ukube umshayeli we-Uber akazange abone ngokushesha, impilo yowesifazane osemncane waseGqeberha ngabe yaphela ngoNhlolanja ngo-2020.

Uvele enkantolo osolwa ngokubulala umfana (8)

Kube nokushaqeka enkantolo yaseKapa ngesikhathi umndeni womfanyana oneminyaka eyisishiyagalombili obulewe uzwa ukuthi umsolwa owambulala ngumakhelwane wawo.

Recent articles