Bekungelona usuku olumnandi lokuzalwa kwijaji lase-Zimbabwe

0
Naphezu kwemizamo emihle kaMengameli wase-Zimbabwe u-Emmerson Mnangagwa, lowo owayengumphathi wamajaji uLuke Malaba utshelwe ukuthi akehle esikhundleni.

Umbono Omuhle Kakhulu

0
Ezinyangeni eziyi-15 ezedlule ezweni lonke abafundi baphazanyiswe yilo bhubhane ezifundweni zabo. Abaningi njengamanje baya kuphela izinsuku ezimbalwa ngesonto.

Umngcwabi uboshelwe ukweba ibhokisi lomngcwabo

0
Kuboshwe usomabhizinisi wendawo yabangcwabi eKZN ngenxa yokwenza into ebingalindelekile.

Umlingisi weGomora ne-Ehostela ubophe ifindo likasofa silahlane

0
Bekunzima, kodwa umlingisi we-Ehostela kanye neGomora u-Ernest Msibi ugcine elibophile elikasofasilahlane.

Ubabekazi wasebukhosini owayephikisana nokuqokwa kweNkosi njengamanje weseka iNkosi entsha

0
Ubabekazi wasebukhosini bakwaZulu owayephikisana nokuqokwa kweNkosi uMisuzulu kaZwelithini esihlalweni sobukhosi, njengamanje uhlela umhlangano wangasese ukuze amnikeze izeluleko futhi akhuthaze amanye amavukelambuso emindenini ukuthi asekele iSilo esisha.

Usebenzisa impilo yakhe edlule yobugebengu ukusindisa intsha yanamuhla

0
Ukweqa umthetho kuholele ekutheni uLloyd Dladla adonse iminyaka eyisikhombisa ejele nokulahlekelwa ngumlenze, kanti njengamanje usemkhankasweni wokubonisa intsha yanamuhlanje ukuthi ibalekele amaphutha awenza.

Amaphoyisa agasele emgwaqeni yase-Alex abopha abantu ngokwephula imithetho ye-Covid

0
Amaphoyisa ase-Alex athumele umyalezo onzima ngoMgqibelo ebusuku emkhankasweni we-O Kae Molao.

Scrollacast

0
sikwethulele umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla ezifundwa nguZuzile Ndlela
Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Ikusasa lezepolitiki lika-Ace selisezandleni zezinkantolo

0
Ekhuluma okokuqala ngqa selokhu ayisa enkantolo impi yakhe yokusinda kwezepolitiki, uNobhala-Jikelele we-ANC omisiwe u-Ace Magashule uthi uzophendulelwa inkantolo.

Babalelwa kwizi-5 000 ababulawa kwathi abayizi-10 000 badlwengulwa ezinyangeni ezintathu zokuqala zonyaka

0
Izinga lokubulawa kwabantu eNingizimu Afrika likhuphuke phakathi kukaMasingana noNhlangulana ngowe-2021, kwashona abantu ababalelwa kwizi-5 000.