Izindaba
Kushaqwe i-Perlemoen ebishushumbisiwe ebiza izigidi
Amaphoyisa esebenzisa inja ashaqe i-perlemoen, edume ngele-abalone, engekho emthethweni ngesikhathi esesha amaloli amabili ngokwehlukana.
Bathutheleke ngobuningi abantu e-Kruger National Park njengoba kungenwa mahhala
Izinkulungwane zezivakashi zithutheleke e-Kruger National Park ngeviki le-Mahala, okungenwa ngalo mahhala epaki.
Izinkampani nezikhulu zaseDUT zisolwa ngokulahleka kwezigidi
Umbiko wezobunhloli uncoma ukuthi kuthathelwe izinyathelo izinkampani nezikhulu ezidle iDurban University of Technology (DUT) imali engaphezu kuka-R183-million kwezinye izindleko zokwakha.
Ukubambezeleka kwesinqumo senkantolo kushiya izingane zesikole zisele dengwane
Izinhlangano ezilwela amalungelo abantu zithi bangaphezu kuka-50 000 abafundi abathintekayo, futhi banethemba lokuthi inkantolo izovuna izingane.
EzaseKZN ezifingqiwe: Kumiswe izikhulu eziphezulu zemiSebenzi yoMphakathi ngenxa yenkohlakalo
USihle Mavuso ubika kafushane ezinohlonze esifundazweni
Amadoda abehlomile abulale abesilisa abathathu endaweni yokugunda izinwele
Kushone abesilisa abathathu kwathi abahlanu balimala esigamekweni sokudubula endaweni yokugunda izinwele eKapa.
UPastor Mboro udedelwe ngebheyili
Umfundisi uPaseka Mboro udedelwe ngebheyili, icala lakhe lahlehliswa.
Ezobugebengu ezifingqiwe: Kugwetshwe amadoda amane ngamacala okudlwengula nokubulala
USbongile Nonyana ubika kafushane ngezobugebengu ezenzeka eNingizimu Afrika yonkana.
Owayeyisigebengu manje usengumfundisi ngemuva kweminyaka engu-14 ebhadla ejele
“Umthandazo wangisindisa ezindleleni zami ezimbi,” kusho uLebohang Manamela, oseguqule impilo yakhe washumayeza iziboshwa.
Indida ngohlobo lwemoto i-Merc okuhlongozwa ukuthi ekaSkomota
Ividiyo kasaziwayo waseNingizimu Afrika uSkomota ye-Mercedes-Benz V-Class ka-R1.4-million, edonswa iloli ngemuva isisuse izinkulumo eziningi ku-inthanethi.