Izindaba

EzaseKZN ezifingqiwe: Icala lokubulala u-AKA lidluliselwa eNkantolo ePhakeme

UCelani Sikhakhane ubika izindaba zakamuva ezenzeka KwaZulu-Natal.

Owesifazane waseMelika ufuna u-R1.9-million ngemuva kokuthi isithandwa sakhe azane naso ku-inthanethi simlahlile

Owesifazane waseMelika ophuke inhliziyo ufuna izigidi kuhulumeni wase-Pakistan ngemuva kokuthi umndeni wesoka lakhe eliku-inthanethi ungazange namukele.

Ezenzeka emhlabeni wonke jikelele: UKamala Harris uqokwe esikhundleni se-Democratic Party

URorisang Modiba ukulethela kafushane izindaba zansuku zonke ezivela kumazwe ngamazwe.

Inyathi ebibhodla umlilo ibulale ubaba ezama ukusindisa abanye abantu

Kushone ubaba obe nesibindi ezama ukuhlenga abanye kwinyathi ebithukuthele KwaZulu-Natal, washiya umndeni wakhe ufuna izimpendulo eziqiwini eziseduze.

Ugogo oneminyaka engu-105 ubudala ekugcineni useyitholile indlu yamaphupho akhe

Owesifazane oneminyaka engu-105 ugcine eyitholile indlu yakhe yomxhaso eSoweto ngemuva kokulinda iminyaka engu-26.

Kuboshwe amaphoyisa amabili ngokushaya owesifazane kwikamu yamaphoyisa

Kuboshwe amaphoyisa amabili esifazane ngemuva kokubanjwa kwividiyo eshaya owesifazane ofike ezobika ngesoka lakhe elimhlukumezayo kwikamu lamaphoyisa e-Bloemfontein.

‘Ngeke sibumele ububhoklolo – Ramaphosa

UMengameli uCyril Ramaphosa ubonakale ebhebhethekisa isimo esiqhubekayo phakathi kweNingizimu Afrika neMelika.

Ezifingqiwe zaseKZN: Abaphathi bakamasipala kumele bachaze ngokwebiwa kuka-R37-million

UCelani Sikhakhane ukulethela ezakamuva ezinohlonze ezivela KwaZulu-Natal.

Uboshiwe owesilisa oqole isalukazi imali yempesheni 

Ukufuna kukagogo uthando ohlelweni lwezothando ku-intanethi kuphele kabhlungu njengoba abesemtholile edle imali yakhe yempesheni.

Kushone aBasotho abayisikhombisa kuhlasela oshayasibhamu bevulela ngenhlamvu emjondolo

Ukuhlasela ngesihluku okwenzeke e-Kagiso Soul City kushiye abantu abayisikhombisa beshonile kwalimala abathathu ngesikhathi oshayasibhamu bevulela ngenhlamvu bashisa nemijondolo.

Recent articles