Author: N5

Izingane zabafana ezimbili ebezintshontshwe esibhedlela zitholwe ziphephile

Amaphoyisa abophe abesifazane ababili ngemuva kokubabona bephuma esibhedlela begone izingane ebekubikwa ukuthi zilahlekile.

UNandi Nyembe usalinde ukuvakashelwa uGayton McKenzie njengesethembiso sakhe

UGayton McKenzie uthembise ukusiza umlingisi uNandi Nyembe, kodwa ngemuva kwenyanga, usalindile.

Umoya obandayo uzoletha amakhaza ashubisa umnkantsha e-Gauteng

Amakhaza ahlasele i-Gauteng azoletha isimo sezulu esibi nomoya onamandla.

Kushone ojahidada abane ngesikhathi kuqubuka umlilo endlini

Kushone izingane ezincane ngesikhathi kusha indlu eGoli, kanti kusolwa i-heater.

Umama kaCwecwe uthi azimkhathazi nakancane izinto ezikhulunywa abantu

Umama wengane yentombazane eneminyaka eyisikhombisa okuthiwa yadlwengulwa uthi akakhathazekile ngokuthi abantu bathini mayelana nokulwela kwakhe ubulungiswa.

Amaphoyisa ase-Samora Machel axoshe isisulu ebesidinga usizo

Umama osemncane uthi uxoshwe esiteshini samaphoyisa e-Samora Machel ngesikhathi ezama ukuvula icala ngemuva kokushaywa nguyise wengane yakhe.

Zishiwe kuMantashe izintambo njengoba uRamaphosa elibangise eMelika

UNgqongqoshe uGwede Mantashe nguyena ophethe izintambo njengoba uMengameli uCyril Ramaphosa ehola ithimba eliya eMelika.

Azovela enkantolo amantombazane abonakale kwividiyo ehlukumeza omunye umfundi

Amantombazane ayisikhombisa abonakale kwividiyo ehlasela umfundi abhekene namacala okushaya ajwayelekile futhi azovela enkantolo.

Umasipala uthi usukulungele ukuya enkantolo mayelana nodaba lokubuya kukaLerutle

IMeya yase-Ekurhuleni ithi iDolobha alenzanga lutho olubi ngesikhathi liphinde linikeza isikhulu sezezimali uKagiso Lerutle umsebenzi.

UShebeshxt usolwa ngokujola nengane encane

UShebeshxt usolwa ngokujola nentombi eneminyaka engu-17 ubudala ngemuva kokuputshuka kwengxoxo yasocingweni.

Ngichithe ingxenye yempilo yami ebhasini lakwaPutco-Lindiwe Ntuli

Sekuyiminyaka engaphezu kwengu-20 uLindiwe Ntuli ehamba ngebhasi lakwaPutco esuka e-Soweto eya e-Woodmead, udela isikhathi somndeni wakhe ukuze agcine umsebenzi wakhe.

U-Omotoso udedelwe ngemuva kwephutha elinziwe uMnyango wezasekhaya

Umfundisi uTimothy Omotoso udedelwe ngemuva kokuthi uMnyango wezaseKhaya wehlulekile ukumletha enkantolo engakapheli amahora angu-48.

Recent articles

spot_img