Author: N5

Ugcine evumile ukuthathwa ulibofuzo uthishanhloko waseBergview College

Ngemuva kokwenqaba ekuqaleni, uthishanhloko wase-Bergview College usevumile ukuthathwa isampula yolibofuzo njengengxenye yophenyo ngokudlwengulwa kwentombazane eneminyaka eyisikhombisa ubudala.

Amatshitshi azojabula kwi-Festival yawo ngaphansi kwemigomo eqinile ebekwe iKhomishana yamaSiko neNkolo

Ikhomishana yamaSiko neNkolo iphoqe ukuba kuvalwe igama laMatshitshi obekuqanjwe ngalo umcimbi wezintombi ozoba senkundleni i-Curries Fountain eThekwini ngoba ithi akulona igama lokudlala osomabhizinisi.

Ezifingqiwe zaseKZN: Abeneme abaholi bendabuko ngomholi we-MKP uJZ

UCelani Sikhakhane ukulethela ezakamuva zaKwaZulu-Natal.

Ingosi Yezombusazwe Yangempela: ‘UMalema uyakhuluma kodwa akekho olalelayo’

Izingoma zikaMalema zingase zibe sematheni, kodwa abavoti bayamfulathela yena neqembu lakhe.

Izwe alabelwe amanzi alinganayo – Mashatile

UMashatile uthi sekuyisikhathi sokwenza okuthile njengoba imiphakathi yasemakhaya iqhubeka nokuhlupheka njengoba ingenamanzi ahlanzekile kanye nokuthuthwa kwendle ngendlela efanele.

Owesilisa “owadubula wabulala” umhlengikazi uzovela enkantolo enkulu yaseLimpopo

UFannie Seribishane uzovela enkantolo enkulu ngezinsolo zokubulala umhlengikazi eduze kwasesibhedlela i-Lebowakgomo. Amaphoyisa athi uphenyo lusaqhubeka.

UMajingo ulaxaze i-ANC wajoyina i-DA

UBanele Majingo wesule ku-ANC wajoyina i-DA kodwa i-ANC ithi uzisizile.

Kuboshwe umshayeli wetekisi ngemuva kokubaleka ngesivinini ejahwa amaphoyisa

Umshayeli wetekisi waseKapa ujahwe waboshwa ngamaphoyisa kamasipala ngemuva kokunqaba ukuma ngenxa yokwephula imithetho yomgwaqo.

Umthandazo wokulwa namadimoni uphele ngokungqongqa kwekhaya lomndeni

Umndeni waseTsakani wamalungu-14 ulahlekelwe yindlu nempahla ngemuva kokuqubuka komlilo ngesikhathi kunomkhuleko.

Ukuqashwa kwezidumbu

Ingxenye  Yesihlanu: Umhleli u-Everson Luhanga udalula umkhuba omubi wokuqasha izidumbu embonini yomshwalense eNingizimu Afrika, lapho kuxhashazwa ngisho nabangasekho.

Uzakwabo kaZuma uRoy Moodley usethathe izintambo kwi-Royal AM

Usomabhizinisi waseThekwini uRoy Moodley usethathe izintambo kwi-Royal AM ngemuva kokuthi abakwa-Sars bemise iqembu ngesikweletu sentela esingakhokhiwe.

Intombazane eyadlwengulwa esikoleni iyalelwe isikole ukuthi ithole esinye isikole

Intombazane eneminyaka eyisikhombisa ubudala kuthiwa idlwengulwe esikoleni e-Matatiele kodwa manje isikole sesifuna ukumxosha esikhundleni sokusiza ekutholeni ubulungiswa.

Recent articles

spot_img