Author: N5

UKenny Kunene uthembisa ukubuyisa izakhiwo zaseGoli eziduniwe

UKenny Kunene, oyibamba lekomidi leMeya kwezokuhlaliswa kwabantu Egoli, uzolwela ukutakula izakhiwo eziduniwe edolobheni.

Iqembu lebhola linqanda intsha yaseKapa empilweni yobugebengu

USello Mangwana uphethe iqembu lebhola elivikela izingane ekubeni uvanzi emigwaqeni futhi ziqhelelane nobugebengu.

Umndeni ufuna izimpendulo ngesihlobo sawo esitholakale sishonile

Umndeni wakwaMarasi ufuna izimpendulo ngemuva kokuthi isihlobo sawo, esigcine ukubonakala namaphoyisa, sitholakale sesishonile eduze kwesiteshi samaphoyisa eKuilsriver.

EzaseKZN ezifingqiwe: U-Eskom uzama ukubuyisela ugesi ngemuva komoya onamandla

USihle Mavuso ukulethela kafushane ezinohlonze esifundazweni.

Umholi we-ActionSA ugxeka eyethimba elijutshwe eThekwini 

Umholi we-ActionSA KwaZulu-Natal uphonse inselelo kuNgqongqoshe wezokuBusa nokuBambisana neziNdaba zoMdabu esiFundazweni emsola ngokuthi ukungenelela kwakhe eThekwini ngokwesigaba-154 kufana neze leze.

UNdlunkulu wesizwe samaBalobedu usebumnyameni ngochungechunge lukamabonakude 

Isizwe sasebukhosini baseBalobedu sithi umalume kaNdlunkulu kuphela owaziswa ngochungechunge lukamabonakude olukhuluma ngoNdlunkulu uModjadji.

Kubulawe izigebengu zibamba inkunzi emngcwabeni ngethoyizi lesibhambu.

Izigebengu ezintathu zigebenga abantu emngcwabeni eKapa ngempelasonto kodwa esisodwa sabanjwa sashawa sase sashona.

Unephupho lokwakhela umndeni umuzi ngokunqoba umjaho eParis

UCollen Mahlalela, okumanje ohleli endaweni yesine emhlabeni jikelele, uzongenela umjaho wamamitha angu-400 we-T47 kuma-Paralympic Games.

Abadlali belombhoxo base-France basolwa ngokucwasa nokuhlukumeza ngokocansi 

Kuboshwe abadlali ababili bombhoxo besizwe sase-France e-Argentina.

Akumangazi ukuthi alukho ushintsho kumaBhokobhoko

URassie Erasmus ubengenza izinguquko ezincane eqenjini lamaBhokobhoko, kodwa akumangazi ukuthi akazange enze njalo.

Amaphoyisa ashaqe izidakamizwa zenani lika-R6-million 

Amaphoyisa agasele emagcekeni eKapa ashaqa amaphilisi e-ecstasy angu-20 500.

Umholi we-ANC uvuma elokunxenxa abantu bavotele i-MK

Ihhovisi le-ANC KwaZulu-Natal lizophenya ngesimangalo esishaqisayo somholi ongenandaba.

Recent articles

spot_img