Ezemidlalo

Izifundo ezinzima ezafundwa kule nhlekelele

USihlalo weqembu leKaizer Chiefs, uKaizer 'Chincha Guvula' Motaung, ukholelwa ekutheni kuningi okwafundwa ngenhlekelele eyenzeka e-Ellis Park mhla zi-11 ku-Mbasa kowe-2001 - eminyakeni engama-20 edlule.

IBanyana isemathubeni okuklonyeliswa kowe-CAF

Nakulokhu umdlali wasemuva weBanyana Banyana, uNoko Matlou, kuphinde kwamhambela kahle ngesikhathi eshaya amagoli amabili benqoba ngo 3-1 bebhekene neZambia ngoMgqibelo.

Kwesinye isikhathi ukwehlulwa kuyadingeka – kusho uGuardiola

UPep Guardiola uchaze ukuhlulwa okwethusayo kweManchester City ngesikhathi ibhekene neLeeds United njengokuvuka emaqandeni.

AmaZulu afuna ukunciphisa igebe phakathi kweDowns

Umdlali wasesiswini waMaZulu, uMakhehleni Makhaula, ukholelwa ekutheni ukunqoba uma sebebhekene neStellenbosch kuzosiza ekunciphiseni igebe leMamelodi Sundowns kowe-DStv Premiership.

Umgadli ovelele uKylian Mbappe uphinde wagadla

UKylian Mbappe uqhubeke nokuzimisela kwakhe ngesikhathi eshayela iParis Saint-Germain amagoli aholele iqembu ukuba libe ngompetha bomdlalo kowe-UEFA Champions League ngoLwesithathu ebusuku.

Ukukholelwa kukaHunt kubadlali abasebancane kube wusizo eqenjini

Ukudlala ngokulingana kwaMakhosi ngo 2-2 ngesikhathi bebhekene neStellenbosch ngoLwesibili ebusuku kungenzeka kungabi yindlela enhle yokubungaza umsebenzi kaGavin Hunt asewenzile kuKaizer Chiefs, kodwa ukukholelwa kwakhe kulezi hlabani zebhola ezisencane sekuvele kuyimpumelelo enkulu.

I-Madrid iletha ubuhlungu obukhulu ku-Liverpool

Njengoba benza ngoNhlaba ngowezi-2018 kowamanqamu e-UEFA Champions League e-Kiev, i-Real Madrid ishaye i-Liverpool iphindelela. Ishaye leli qembu laseNgilandi ngamagoli amathathu kwelilodwa emdlalweni womlenze wokuqala wama-quarter final ngoLwesibili ebusuku e-Estadio Alfredo Di Stefano.

ISundowns iyaqhubeka nokubusa njengoba iChiefs kuyibhedela

IMamelodi Sundowns iyaqhubeka nokubusa kwi-DStv Premiership, kanti iKaizer Chiefs akuyihambeli kahle ekhaya. Womabili la maqembu abuyele emidlalweni yasekhaya ngoLwesibili ngemuva kokubandakanya emidlalweni yamazwekazi ngempelasonto edlule.

I-City ishaye i-Foxes ukuze isondele ekutholeni isicoco

Ukunqoba kane emidlalweni elandelayo kuzokwanela ukunqoba isicoco se-Premier League.

I-Sundowns ifuna ukubuyela ezindleleni zayo zokunqoba

Ngemuva kokudlala ngokulingana emidlalweni yabo emibili yokugcina, i-Mamelodi Sundowns izobe ikulangazelele ukubuyela ezindleleni zokuwina nokuqhubeka nokukhulisa igebhe phezulu kwi-DStv Premiership.

Recent articles