Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

‘Akubona bonke abaSotho abagqoka ingubo abangabantu ababi’

Ezindaweni ezinenkinga e-West Rand eGauteng, a-Basotho - abaziwa ngokugqoka izingubo - bavele bazotshela umphakathi ukuthi izingubo zabo azibenzi abantu ababi.

“I-Covid icishe yangibulala. Manje ngilwela ukusindisa umphakathi wangakithi.”

Ukusinda kumzabalazo obulalayo wokulwa negciwane le-corona kwanele ukwenza noma ngubani ukuthi athathele i-Covid-19 phezulu, kanti noPatrick Bayini akehlukile.

Ubaba uthi abatelekile basesibhedlela bathathe impilo yendodana yakhe

Ubaba wase-KZN wayazi ukuthi indodana yakhe eneminyaka engama-28 yayigula kakhulu ngenkathi eyiphuthumisa emtholampilo. Kodwa kuthe mabefika lapho, abasebenzi bezokwelapha babematasa kakhulu bebhikisha.

UBushiri usephinde waphuma futhi ejele – laseMalawi

AbakwaBushiri badedelwe ejele laseMalawi ngoLwesine ebusuku.

UBushiri ulahlekelwa yindlu

UShepherd Bushiri angabayindoda ekhululekile e-Malawi, kepha izinkinga zakhe zisesekude ukuphela.

UDkt Senzo ufuna ukwelapha umhlaba – ngokomzimba nangokomphefumulo

USenzeni Tshuma, owaziwa ngegama lakhe lase siteji uDr Senzo ungumbhali wezingoma, ungumshayi wesiginci, ungumculi - kanti futhi ungudokotela oqeqeshiwe.

USeptember ujabulela impilo kuMatsatsantsa

Owayengumdlali wasemuva kwi-Supersport, uThabo September uthi, uyajabula ukuba yiphini lesibili lomqeqeshi eqenjini alisebenzele iminyaka engaphezu kweyishumi.

Abalimi basemngceleni oseduze ne-Lesotho bakhala ngokwebiwa kwemfuyo

Ngenkathi abantu baseNingizimu Afrika bekhathazekile ngokuphunyula kukaShepherd Bushiri emngceleni, abalimi base-KZN abaseduze nomngcele wase-Lesotho abazi benzeni ngokwebiwa kwemfuyo yabo ngabelusi abavela ngale komngcele.

IQHAWE ELINCANE LIDINGA USIZO OLUPHUTHUMAYO

Ngonyaka odlule, uBoesman Skota wasindisa odade ababili abasebasha ekuminzeni ngesikhathi sezikhukhula e-Mangaung, e-Free State.

Ngaphandle kwamasango esigodlo sikaZuma amathemba empilo engcono asephelile

Sekuphele iminyaka engaphezu kweyishumi uJacob Zuma aba ngumengameli.

Isangoma esithandekayo sinyuka sinyukela eAfrika

USangoma Nomdakazana Dlamini unqoba i-Afrika ngomdanso wakhe.