Ezemidlalo

Ama-Olimpiki, Usuku Lwesithathu. Kuningi ukwehla nokwenyuka eqenjini laseNingizimu Afrika

Kwephulwe amarekhodi kuma-Olimpiki kwathi amaphupho afadalaliswa ngosuku olubi eqenjini laseNingizimu Afrika.

I-Blitzbokke ihamba phambili emidlalweni yama-Olimpiki

INingizimu Afrika ihleli ku-14 (14) – kanti i-Kenya ihleli ku-5 (5)

I-Blitzbokke ihlule i-Ireland

INingizimu Afrika ihleli ku-33 (14) – kanti ne-Ireland ihleli ku-14 (7).

Uthole indondo yegolide lokugijima ngebhayisikili kuma-Olimpiki

Umgibeli wamabhayisikili owine enye yezindondo zegolide zokuqala zeMidlalo yama-Olimpiki yangowezi-2020 ngoMgqibelo uqale nje ukugibela ibhayisikili esemncane ngesikhathi ubaba wakhe ethola ibhayisikili eliphukile enqwabeni yezinsimbi ezilahliwe.

Iqembu lebhola laseNingizimu Afrika lihluliwe kuma-Olimpiki ase-Tokyo

Ngesikhathi kwengezwa isikhathi somdlalo amaqembu abenamaphuzu alanginayo ngo-3-3, kodwa igoli elishaywe ngemuva kwemizuzu emithathu sekwengezwe isikhathi linikeze i-France ukunqoba, okuqede iphupho leqembu lebhola lezinyawo laseNingizimu Afrika.

Iqembu le-B&I Lions linenebule amaBhokobhoko

Ukudlala ngamandla nangokuzimisela kukaLukhanyo ngesikhathi ehlangana no-Elliot Daly we-B&I Lions ngomzuzu wesithathu womdlalo, kubonakale kuhamba kahle esiwombeni sokuqala.

I-China ithole indondo yegolide yokuqala kuma-Olimpiki ase-Tokyo

Umcimbi omuhle wokuvula uqale ama-Olimpiki ase-Tokyo ka-2020 ngendlela ebabazekayo njengoba i-China ithole indondo yokuqala yegolide.

Abasubathi bama-Olimpiki base-Liberia bawina igolide ngemfashini

Banabadlali abathathu kuphela kuma-Olimpiki - futhi abakaze bathole ndondo.

Amehlo kaMalcolm Marx obukeka edidekile ayixoxa yonke le ndaba

Enye yezinto ezenza umdlalo ube mkhulu izikhathi ezimnandi lapho ubona khona ukuthi okuthile okukhethekile sekuzokwenzeka.

UBarbara Banda uqophe umlando kuma-Olimpiki ngokushaya amagoli kulandelana

UBarbara Banda usevele waqopha umlando. Ukaputeni weqembu lebhola labesifazane lase-Zambia ungowesifazane wokuqala ukushaya amagoli kulandelana emidlalweni yama-Olimpiki.

Recent articles