Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

UNdlunkulu weSilo ukhala ngabesifazane abasesaba ukuphatha amabhange

UNdlunkulu weSilo uMisuzulu kaZwelithini okunguDkt Nozizwe Mulela-Zulu ukhala ngabesifazane ukuthi basenovalo lokuthatha izikhundla eziphezulu endimeni yokuphatha amabhange.

Isilo sixwayise uMengameli waseZimbabwe ngabantu bakhe abaxhaphaza imithetho yaseMzansi

Isilo uMisuzulu kaZwelithini sitshele uMengameli waseZimbzabwe ukuthi alikho izwe okumele kube kwampunzedlemini ngokuthi kuthutheleke abantu abangenawo amaphepha noma kanjani ngoba naso bafike basifuna amaphepha ezweni lakhe.

Izindaba zase-KZN ezifingqiwe: UNdunankulu uvikela uMnyango kaDuma nokaHlomuka emahlazweni

UCelani Sikhakhane ukulethela izindaba zakamuva zaKwaZulu-Natal.

Umndeni wakaNkomo ukhala ngokungaziswa ngokunyuka kwentela ka-Eskom

UThandanani Nkomo wayecabanga ukuthi umninisitolo umkhohlisile. Amayunithi ayeshoda, imali yayiphelile, futhi akekho owamtshela ukuthi u-Eskom unyuse intela yayo ezinyangeni ezintathu ezedlule.

Iningi labantu baseNingizimu Afrika aliyithinti imali yabo yomhlalaphansi

Loludaba luthathwe kudaba lukaCharles Savage, lakhishwa okokuqala ku-Currency News.

USihlalo wekomidi unesiqiniseko sokuthi iNkantolo ePhakeme yaseWestern Cape izovumelana nabo

Usihlalo wekomiti lokuthwesa icala uMakashule Gana uthi unethemba lokuthi iNkantolo Ephakeme yaseWestern Cape izosekela ikomidi, njengoba ilwa nesicelo sikaMengameli Ramaphosa sokumisa umsebenzi wayo.

URihanna uvume ukuthi ubesewuyeke isikhathi eside umculo ekubuyeni kwakhe okumangazayo ku-NYC

URihanna uvele kwikhonsathini kaJay-Z eYankee Stadium, ecula okokuqala kusukela embukisweni ka-2024 eNdiya, futhi wavuma ukuthi ubesewuyeke isikhathi eside umculo."

ISilo siqoke umholi weMKP sixosha uNdunankulu kaZulu

ISilo sesixoshe uNdunankulu kaZulu , uMfundisi uThulasizwe Buthelezi esikhundleni saqoka umholi woMkhonto wesizwe Party, Inkosi uPhathisizwe Chiliza njengoNdunanklulu omusha wesizwe neNgonyama.

IMarch and March ithembisa imibhikisho emikhulu ngemuva kokudutshulwa komholi

Inhlangano yeMarch and March ithi izoqinisa imibhikisho yayo ezweni lonke ngemuva kokudutshulwa komholi wayo waseGauteng kanti amanye amalungu kuthiwa athole izinsongo zokubulawa.

Kushone abakhwetha abangu-35 njengoba izikole zokusoka ezingekho emthethweni zibhebhethekisa inhlekelele

Abakhwetha abangu-35 bashonile, abangu-75 bangeniswe esibhedlela kanti abangu-180 basindile ngesikhathi sonyaka wokusoka ebusika waseNingizimu Afrika ka-2026.

Isiphenduke ihlaya indaba yokugula kofakazi kwiKhomishini kaMadlanga njengoba ufakazi wesishiyagalolunye sekubikwe ukuthi akaphilile

Usomabhizinisi uSuliman Carrim cishe ngeke afakaze ngoLwesithathu ngemuva kokugula futhi, okwenza umphathi we-Investigating Directorate u-Andrea Johnson abe ufakazi wesishiyagalolunye obambezelekile ngenxa yezizathu zempilo.

Owesifazane wazakhela ipulazi ngaphandle kokuzuza ifa

UCamilla Ndlovu akazange azuze ifa lepulazi lakhe. Waya eLand Bank kuqala, wacwaninga ngezolimo, wafaka amaphepha, wathola ipulazi ayezolithenga.