Sign in
Join
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Sign in
Welcome!
Log into your account
your username
your password
Forgot your password?
Create an account
Sign up
Welcome!
Register for an account
your email
your username
A password will be e-mailed to you.
Password recovery
Recover your password
your email
Search
Menu
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Search
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Trolley
Last year
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 ·
See full basket →
Izindaba Scrolla
Izindaba zaseKZN ezifingqiwe:Abomndeni kaJunda bathi ukushona kwakhe kubeyingozi engenagcobho
UCelani Sikhakhane ukulethela ezakamuva KwaZulu-Natal
Imali yokugcina ka-Olona engu-R50 igcine izibani zikhanya, hhayi isiqandisi
U-Olona Jongile, oneminyaka engu-27, usebenza imisebenzi emibili futhi unakekela abantu abahlanu eKapa, kodwa ngoMsombuluko odlule umndeni wakhe wawunesinkwa nekhofi kuphela.
ULootLove uwine umklomelo ngonyaka odlule, manje nguyena osezosingatha ama-awards
ULuthando 'LootLove' Shosha uzosingatha iBasadi in Music Vanguard Awards ka-2026 ngomhlaka-7 kuNcwaba eJoburg Theatre, unyaka ngemuva kokuwina umklomelo wakhe.
Ukuhlolwa kweminwe kungase kuvimbele imali yesibonelelo sengane yakho
UMnyango Wezokuthuthukiswa Komphakathi usebenzise imali engaphansi kuka-R533 million kwisibonelelo sesondlo sengane, kanti amalungu ePhalamende abuze ukuthi ukuqinisekiswa kweminwe kuyavimbele yini abanakekeli abafanelekile ekutholeni usizo.
Imfucuza iyanqwabelana njengoba iGoli linenkinga yamaloli athutha imfucuza
Izakhamuzi zaseGoli zihlezi nemfucuza njengoba amaloli ephukile, isiteleka sabasebenzi kanye nezindawo zokulahla udoti ezigcwele ziletha inkinga emphakathini.
UVusimuzi ‘Cat’ Matlala ubhekene nezinkinga ezintathu
UVusimuzi 'Cat' Matlala ubhekene nobunzima kulezi zinsuku ezimbili: isinqumo sokuvuma icala, ubufakazi beKhomishini kaMadlanga ngomhlaka-15 kuNtulikazi, kanye necala lokuzama ukubulala kusukela ngomhlaka-20 kuNtulikazi.
I-NFP isiphinde yaxosha uMbali Shinga okwesithathu
I-NFP isiphinde yaxosha uNgqongqoshe uMbali Shinga ngoba imsola ngokuthi ubulele imigudu yangaphakathi walaxaza nethuba lokuba kuxoxwe udaba lwakhe lokuxoshwa okwenzeke ngenyanga eyedlule.
Iqembu lamatekisi selimise abashayeli bangaphandle njengoba ukungezwani kukhula
Enye yezinhlangano ezinkulu zamatekisi eGoli iyalele abashayeli bangaphandle ukuthi bayeke ukusebenza kuze kube yilapho kumenyezelwa okunye njengoba kusaqhubeka ukuxoshwa kwabantu bokufika abakuleli ngokungemthetho.
Amaphoyisa aphenya ngokushona okungaqondakali komseshi omkhulu
Amaphoyisa abuze imibuzo umsolwa ngemuva kokuvula kabusha icala lokushona kwalowo owayeyisekela likakhomishana wamaphoyisa uSindile Mfazi ngo-2021 njengophenyo lokubulala.
URamaphosa uthembisa umholo ongcono kanye nezinzuzo kubaholi bendabuko
UMengameli uCyril Ramaphosa uthi uhulumeni ufuna bonke abaholi bendabuko bathole umholo ongcono, usizo lwezokwelapha kanye nezinzuzo zempesheni ngokuhamba kwesikhathi.
Umakadebona we-ANC usolwa ngokugweva neNdlovukazi yesizwe
Iqalaphansi impi yesihlalo sabaBolabedu njengoba kusolwa owayenguSotswebhu kaKhongolose ePhalamende ngokugweva neNdlovukazi yeMvula uMasalanabo Modjadji VII.
I-DA isola umholi weMKP ngokushushumbisa umkakhe ukuyokwamukela imoto kuNgqongqoshe
IDemocratic Alliance KwaZulu-Natal isikhwele yadilika kumholi weMKP eSishayamthetho imsola ngokushushumbisa uNdlunkulu wakhe ukuba ayokwamukela imoto kuNgqongqoshe uThulasizwe Buthelezi ekubeni ebethi ayiphenywe indaba yalezi zimoto.
1
...
10
11
12
...
1,774
Page 11 of 1,774