Author: N5

I-Chelsea isikulungele ukubhekana ne-City 

Ezemidlalo: Ngemuva kokuhlula I-Tottenham ngoMsombuluko, i-Chelsea izimisele ukwenza okufanayo uma isibhekene ne-Manchester City ngeSonto, kubhala uDylan Bettencourt.

Akukho okuyiqiniso ngalo dokotela mbumbulu 

Engxenyeni Yesibili u-Everson Luhanga uqale ukudalula impicabadala kadokotela mbumbulu.

Inkosi yaseKZN nomthetho wokuvala izitolo zabaphuma emazweni angaphandle

Inkosi yesizwe sakwaNgobese eNquthu KwaZulu-Natal isijube izinduna zayo ukuba zixoshe abanikazi bezitolo basemazweni angaphandle,kodwa abangenazo izimvume zokuba kuleli.

Isithenjwa samaBhokobhoko siyashiya kwelesizwe

Angeke esabonakala enkundleni namaBhokobhoko uDuane “Thor” Vermeulen osekhethe ukudlalela amaqembu asekhaya.

ISanco eZululand ifuna kuholelwe abalwa nobugebengu emphakathini

Inhlangano yabahlali edlelana noKhongolose, i-South African National Civic Organisation (Sanco) eZululand iphonsa inselelo kuHulumeni ukuba axhase izinhlaka ezilwa nobugebengu emphakathini ukuze kunqandwe amalungu agcina eseyokweba ngenxa yendlala.

Abafundi bezikole zaseMkhanyakude bajaha ukukhulelwa ngenxa yemali yeqolo

Linyuka ngamandla izinga lokukhulelwa kwabafundi ezikoleni zaseMkhanyakude KwaZulu-Natal ngoba bejahe imali yeqolo nokugcwalisela ontangayabo.

Umkhonyovu wokuhlonishwa ngeziqu zobudokotela 

Amalungu enhlangano yobugebengu azenze abamele i-Unisa ase ethembisa abantu ngokubahlonipha ngeziqu zobudokotela.

Injini yamaBhokobhoko iphumela obala ngezinsolo ezibhekiswe kuyo

UBongi Mbonambi ugcine ephawulile ngodaba lwe-"wit kant" - futhi ushiye angalazi.

Umculi wakuleli uzonandisa eNew York

Umrepha waseNingizimu Afrika uzonandisa e-Sounds of Brazil e-New York.

Kuvalwe ngehlahla emaqenjini amakhulu koweCarling Knockout

Njengoba onke amaqembu amakhulu esephumile, i-Carling Knockout Cup isibukeka njengo mqhudelwano wamaqembu amancane, kubhala uMichael Madyira.

I-England iguqise iNetherlands kowendebe yeKhilikithi 

UBen Stokes ube yiqhawe ngesikhathi i-England ishaya i-Netherlands ukuzibekela indawo kowe-ICC Champions Trophy.

Kunuke umsizi kudubulana osomatekisi eKagiso

Bekungathi babuka ifilimu abazibonele ngawabo ngesikhathi osomatekisi bedubulana ngaphandle kwenxanxathela yezitolo bebanga umzila.

Recent articles

spot_img