Zidlalele umdlalo wethu wokucishwa kukagesi i-Eskommando.
Qoqa amathokeni aphuzi elanga ngesikhathi ugwema ukucishwa kukagesi!
Uma uthola ibhethri le-Gizzu eliluhlaza emdlalweni uzothola ithuba lokungenela umcintiswano.
Ukungenela lo mncintiswano kuzovalwa ngehora lesithupha ntambama ngoLwesine, mhlaka-10 kuNcwaba.
Abaphumelele bazomenyezelwa ngoMgqibelo, mhlaka-12 kuNcwaba.
Umklomelo wokuqala yi-Gizzu GPS300 Portable Power Station (RRP ebiza u-R4,999).
Umklomelo wesibili i-Gizzu 10W Solar Panel Lighting Kit (RRP ebiza u-R1,499).
Gcwalisa imininingwane yakho, wabelane nge-Eskommando ezinkundleni zokuxhumana, bese ulinda ukutonyulwa…
Okwamanje, zama ubone ukuthi ungakwazi yini ukugcina izibani zikhanya isikhathi eside!
