IJerusalema ingoma eshisa izikhotha emhlabeni jikelele

Emhlabeni wonke jikelele, abantu abaningi badansela ingoma yodumo iJerusalema.

Le ngoma eshisa izikhotha yenziwe nguMaster KG, izwakala ithandwa futhi ilalelwa kwezinye izindawo ezingalindelekile. Njengalamasistela adansa kuma vidiyo ka-Twitter (@ MaS1banda).

Ividiyo yengoma ibe nokubukwa okungaphezulu kwezigidi ezingama-45 ku-YouTube.